"isimanga ke lesi" ngihleli nje esibhedlela nginovalo sengisaba yonke into enengquza, bengihleli ngithi ingquza indawo yentokozo kodwa manje sengisho okunye ngoba ngicishe ngaya kobaba omkhulu ngenxa yayo, ngiyayihlonipha, angene udokotela " Mr Sipho Luthuli" ngisho ngiphakamise amehlo nje " yebo do...
Isimanga 2
"isimanga ke lesi" kuzicabangela mina, ngiyabona ukuthi lengane uJabu akasho manga uma ethi angihambi, ngathi ngiyasukuma ngidala inkani kanty vele phela sengizidakelwe yavele yangiphushela phansi, bengithi nje usedakwe kakhulu kodwa amandla angaka uwathathaphi? Ngizophendulwa nguban ke kulowo mbuzo...
React to this post
No Title
Kukamlungu kuyasetshezwa kunamantombazane amaningi amanye alamantombazane asebenzisa isnuff asifaka ngaphansi njalo masekuyiwa elunchn makukhulunywa ngalento aphike onke ethi awasisebenzis bese omunye ubhuti ethi mina ngingakwaz ukbamba abasisebenzisayo.ahleke kakhu amantombazane kakhulukaz lawo asi...
React to this post
Isimanga
Bathakathi ninjan kodwa kuhle uma niphila nam ngapha ngithitwa ababhali abafana nabo dezz nabo baldwise nabanye, ngithi kubo abakhule bo kulendima........ Kwakuyisonto emini ngiphothekile ngingazi noma ngithini futhi nezimpitshi zam ziyokobheka oqueen babo so mina ngangisanda kwaliwa usmangele engan...
React to this post
Kumnand laykhaya
Ngyabingelela bathakath,kunomthakath oposter izinto ezenhle laykhaya.ngimncome,ngicela sxoxe ngasese avume.nsikane iynamba ngelinye ilanga ngicela umabonana athi keph n nin,ngimbuze konje uhlalaph asho Kant vele ngyayaz leyondawo.ngath ngiqeda ispan ntambama.wagcwala ngami sengingakubo,..ngfone " el...
React to this post
Ukonakala
Ngagqoka ngasheshisa ngsaba ukuthi uzoze angene lomuntu emnyango omkhulu akakhiyiwe kungathiwani nje sengbanjwa ngidliwa ilengane mina ngibaba kabi wonke umuntu uyanghalela lana endaweni!. Aphume ngokshesha lomfana ayobheka ngthengizwa sebekhuluma ekhishin ngiphume ngyobuka mangfika ngbone umfana ob...
React to this post
Kife ngwane
AmaSecurity ayasebenza asaphatha impempe or imnfengwane kufike usisi omuhle kwelinye ngo10 ebusuku acele indawoyokula lithi ayikho ilincenge ingane liyinike indawo eGardroom phela ingane isukakude and ayisenamali futhi awasekho amaTaxi licabange iSecurity lithi ingane enje ilale njenguthule kanje li...
React to this post
Iyangdina le
Yokuth umuntu akbize ngokshesha engath kukhona okuphuthumayo nom okubalulekil kanti kunento akazoyicela noma akazoyboleka ok bese uth asambe nengane yakho khona ngizoynika ethi ngicela unglethele wen umhambisel masekufanel akubuyisel eth wozolanda into yakho noma wozothatha isitsha sakho angithi aka...
React to this post
No Title
Kunalabantu basemazwen angaphandle abanye bathi amakwerekwere manje emakhaya bayadayisa ngezinto bangena umuzi nomuzi behambe bedayisa ngenyimini angene ekhaya omunye afice umama athengisele ingubo aythathe umama ingubo bese ethi akobuya ukuphela kwenyanga nangempela abuye umuntu esozolanda imali in...
React to this post
Ngingumshayeli 43
Hhiya bathakathi bansondo,ngizozama ukusifinqa manje lesi story,salala ngavuswa ukugegetheka kwabo ngavuka ngayophondla ubuso be busy ekhishini ngabuya ngazihlalela osofeni beza sebephethe ukudla ngabonga sadla,yazi kwakungimangaza ukuzwana kwabo futhi umuntu ongazi wayengathi ngibaloyile kanti cha ...