Kukamlungu kuyasetshezwa kunamantombazane amaningi amanye alamantombazane asebenzisa isnuff asifaka ngaphansi njalo masekuyiwa elunchn makukhulunywa ngalento aphike onke ethi awasisebenzis bese omunye ubhuti ethi mina ngingakwaz ukbamba abasisebenzisayo.ahleke kakhu amantombazane kakhulukaz lawo asisebenzisayo ethi kanjan ngeke uwabone ethi lobhuti ok sizobona Kant lobhuti uyazukuthi amadosha laws bawafihlaph kith ngaksasa aphathe upelepele ogayiwe afikela bewabeka khona amadosha athiqalaqala angaboni muntu aqonde emadoshen awavule onke athele lopelepele avale awabeke futh bese ehamba ethi ebafaneni akasebenza asambeni syohlala ngasempompin syodlela ngakhon bavume abafana sekuyi lunch njalo bahlel beyibone leyogroup yesnuff isiyofakaphela njengenjwayelo athi lobhuti bonk abasfakayo bazzovela namuhl ay bahlalenj labobhuti besahlel bezwe ngobumayemaye sekukhala labocc besnuff sekbaba upelepele ngaphansi athi ngishilo baphume ngamajubane occ iketi sezinyukil bethi beza empompin bazogeza kyafutha phela manje bazthel ebafaneni bahlel bethethe occlaba Beth sukan lapho sfuna ukuza empompin Beth wozan bethi ayi kusho occ ethi ubhuti lo asiyindawo thina syadla bezulazule occ eth omunye ucc ayi mina ngyabekhon aybekezelelek phela lento bese sebelandelana bezogeza athi lo bhuti ehhe nginitshelile ukuth ngingababamba mina abasebenzisa lento nakhu senginibambile okubinj ukuth kwakukhona nezintombi zabamye abafana bakhuza babaza amasoka azo athi hawu kanti nawe bami ufakalento kusho abafana bababamba kanjaloke