Kunalabantu basemazwen angaphandle abanye bathi amakwerekwere manje emakhaya bayadayisa ngezinto bangena umuzi nomuzi behambe bedayisa ngenyimini angene ekhaya omunye afice umama athengisele ingubo aythathe umama ingubo bese ethi akobuya ukuphela kwenyanga nangempela abuye umuntu esozolanda imali inyanga isiphelile amnike umama imali bese ethi wobuya emvakwamaviki amabili engabuyi umuntu aze abuye emvakwamaviki awfive umama imali akasenayo manje usesaba ukvela athi enganeni encane wothhi angikho bese ecasha emvakwesivalo afike lomuntu abuse enganeni muphi umama walaykhaya ithi ingane uthe ugogo ongothi akekho ucashe emvakwesivalo igijime ingane iyekuye ithi kambe gogo uthe ongothi uyeph athule umama ithi gogo ngikhuluma nawe nangulomuntu wengubo uzolanda imali umuntu uphandle avele engaphenduli umama ayisaynele ukuth aythule iphume phandle ilibelesele ingane avele aykhahlele iyothi bhakla lekuda ivuke lapho iyekumuntu ithi hamba muntu sengize ngathola isibhakela ngenxa yakho ubuyeksasa