John

Iyangdina le

John • 22 Apr 16 11h12

Yokuth umuntu akbize ngokshesha engath kukhona okuphuthumayo nom okubalulekil kanti kunento akazoyicela noma akazoyboleka ok bese uth asambe nengane yakho khona ngizoynika ethi ngicela unglethele wen umhambisel masekufanel akubuyisel eth wozolanda into yakho noma wozothatha isitsha sakho angithi akafun kuthiwe uyacela lowomuntu uyangnyanyisa n ngiye ngiztshel ukuth uyadelela ukwenza islima

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...