Ubaba uyababa umalume uyaluma kanti ashonaphi amadoda aqotho.Sakhula indoda isatshwa futhi ihlonishwa ingani phela amadoda ngalesikhathi ayeqotho, ay ngoba sekufuneka uqaphe qolo njengo nwabu muhleli nendoda. Amadoda asaphenduka izilwane ongakwazi ngisho nokuzishiya nezingane engcekeni ingani phela ...
Umfazi kaba
Nami ngabe angixoxi.Manje pho!Nakhu sengize ngaqala. IkwaMajozi lapha ekhaya.Ubaba uganwe abafazi ababili.Umama uMaFakude nomama uMaNdaba.UmaFakude uzala mina.Una 57 iminyaka.Mina ngina 37.Umama uMaNdabauna 40. Ngeshwa ubaba usishiye emhlabeni sisanda kwakha kulendawo.Sisuka le ekhaya elikhulu ebeli...
React to this post
ISkhumbuzo senhliziyo yami 4
Emva kokuhamba kwaleli humusha eliwuSkhuh,ngisukeewindin lakade ngime khona ngbuyele embhedeni.ngendlela engicobeke ngayo nje ngfuna ukulala usuku lonke!ngifike embhedeni kodwa ubthongo abufuni ukufika!kodwa lendoda ingicela kanjan ukuth ngamukele ukuth izothanda mina,nomawengane futhi?Ngeke ikbone ...
React to this post
BOWUNGATHIN INGUWE
Ngahlangana nomfana kucishe sekuphela unyaka manje.Ngimuthande ngentliziyo yami yonke.ekuhlanganeni kwethu bengazi ukuthi vele kungenzeka unaye umuntu but sekuyobonakala phambili.Siqhubekile sithandana kuthi ngelinye ilanga angixoxele ukuthi ukhona ucc okhona but into yakhe nalo cc ayisahlangani kah...
React to this post
Angikholwanga 2
Onibingelelayo kulengosi bathakathi yinsizwa eniyaziyo u Useless Ndovela, insizwa ehlale ithatha amathuba kuyilungele kodwa kufanele ayinalo uvalo noma lungayishaya kuba isikhashana nje. Uyixoxa eyanamuhla indaba kanje; Inkampani ewumnikazi wamahotele agudle ugu nezinye izakhiwo isanda kudayiswa kwa...
React to this post
Kahleni bo haw(madoda)
Yaz ave kuthokozisa ukuthola ukuthi kunabantu besimame ababuka I profile yakho uma uyinsizwa,kodwa ngivele ngixegelwe yi under uma kuzosuka indoda ibona kahle nje ukuthi ngibhalile ngathi"MALE" iyolunguzana nezinto zenye indoda.Hhay man bafwethu asiyeke ukulunguzelana bo sipopole ngale ko sistaz yib...
React to this post
Bantu abadala
Bantu abakhulile kithi siyanithanda siyanihlonipha kodwa ke indlela ibuzwa kwabaphambili sicela ukuboniswa ngempilo kakhulukazi nje ngomabhebhana ukuze sishaye ungqo asinidelel kodwa sifuna ulwazi siyaz abanye benu bengasizala but le plntform eyona e ryt yokuxoxa nani ngoba asiniboni ngamehlo sinibo...
React to this post
Mthakathi
Ngisizeni ngempela nginenkinga,yokuthi ngfike ngzwane nomuntu kamnandi,akukhathalekile indoda o mfazi ukuthi kusemnandi kunjalo.....ngvele ngkhathele wuye angisinde ngingbe sathanda ukukhuluma naye,engenze lutho lento angsayithandi,,,uyazi ngisho umyeni Mntungwa iyamlimaza lento......ngicela izelulu...
React to this post
Sanibona
Bathakathi,angsanazi ngyethemba niyaphila..... Nami sengyaphila ngyabonga ngkungfisela ukululama,,,,Nina kahlehle niyizithandwa zami yiko ngzonixoxela lomgosssi,hlale ngzwa ukuthi lana bokufika banayo imthondo kodwa bengingazi ukuthi,abasheshi ukuchama babhebhana uze uzisholo wena(ebheka le)Valentin...
React to this post
Inhliziyo yam soze iphumule
Mtanomuntu ngyazikhumbula lezonsuku uthando lwethu lumnandi ngzibona ngibalulekile,sifonelana mihla namalanga ngzifela ngawe uhlale usho ukuthi akekho oyosihlukanisa,sasidlala kamnandi sisonke kumnandi yonke leminyaka.namhlanje ungithuka ngazo zonke izinhlamba,ungitshela da way ungalisweli ngakhona ...