Onibingelelayo kulengosi bathakathi yinsizwa eniyaziyo u Useless Ndovela, insizwa ehlale ithatha amathuba kuyilungele kodwa kufanele ayinalo uvalo noma lungayishaya kuba isikhashana nje. Uyixoxa eyanamuhla indaba kanje; Inkampani ewumnikazi wamahotele agudle ugu nezinye izakhiwo isanda kudayiswa kwangena igama elisha. Wonke umuntu wethukile ngendlela ekunezinguquko ngakhona. Abanye abasebenzi bamane baqoka ukwesula baqoqa okungokwabo ngoba abaphathi abasha abancengi futhi baqashe nezinduna ezinsha. Inkampani ensha kuthiwa isuka eNewzeland kanti umphathi oyinhloko olandwe eBahamas uyinzalelwane yaseNewzeland. Umhlola ke wukuthi noHR yinkosikazi yakhe kuthi unobhala wabo kube yintokazi enhle ephakathi nendawo nje ubude ayiqedile ukukhanya bese iba namehlo athe nje ukujonga akamakhulu alingene nje. Kukhala wonke umuntu ngalosisi kufanele akafani nabaphathi bakhe, uthi ungena eofisi lakhe amamatheke uzwe inhliziyo ishaya ngamandla ugcine usubheda. Ikhonze ukugqoka iziketi ezivulekile ingaba ngemuva ngaphambili eceleni futhi zisikeke ngalendlela yokuthi ungathemba ukuthi kuzofezeka amaphupho endoda okubona ngale kwemingcele. U CEO wumdlali webasketball nje akabuzwa futhi akagejwa yijim benenkosikazi yakhe. Lendoda ayitholakali ukuthi wumuntu omnyama noma khaladi ihlale igunde imbungculu. Inkosikazi yakhe yilenhlobo ebizwa ngeAmazon. Unamehlo amnyama nezindebe ezinkulu ubuso obude obuhle obubushelelezi namathambo ezihlathi aphezulu nje. Mude kunokujwayelekile uvelela ngisho esehamba nendoda yakhe izinqa amahips nezitho kubuzwa kuye. Akuhlekwa ke la akafani nhlobo nendoda ehlale igcwele amahlaya. Sabizwa ngamunye ngamunye saziswa ngezinguquko umuntu abuzwe emva kwalokho ukuthi uyaqhubeka noma cha. Kukhona abangenwa yitwetwe baqoka ukuhamba kwaqashwa abanye. Ngelami ilanga ngafika ngangeniswa yile ntokazi ekwakuthiwa wuMantfombi ekhuluma isiSwati esimnandi sengathi uLelo Mthiyane. Ungakhohliseki mthakathi sekuhambe insuzwa ebisizidele amathambo yabika usizi lwayo kulentombi. Inkinga yalensizwa yayifuna kusheshe inovalo lokuthi uma icucuza intombi izomuka nesinye isesheli baxabana eofisi kanti uzozwa uChantelle wababiza wasithola istori yaxoshwa. Nami ngengommeli wabasebenzi angikwazanga ukuyisiza yayise yephule umgomo yaze yagamanxa. UCaleb igama likaCEO, azange acucuze wayikhomba indlela ngemuva kokulahlwa yicala." Useless Ndovela come in sit please" Ngahlala phansi esagqolozele iwindi lekhompyuta ngaleso sikhathi ngimthe njoo ebusweni elokhu ephakamisa amehlo ahlangane nawami ngingakhophozi abuyele ewindini aqale angifundele imininingwane ngami ngizithulele nje aze aqede aphakamise amehlo angibuke enokucasuka. Akhulume isizulu mhlawumbe okokuqala ngqa selokhu bafika. " Uyizwile yonke lento ekade ngiyifunda la noma ubhizi ugqolozelene nami" ngihleke kancane ngiphendule " Chantelle okokuqala bengingakugqolozele bengikubuka. Okwesibili ngijabulela ukuthi imininingwane yami iqondile njengoba ngiyazi yonke leminyaka, yikho ngingabone sidingo sokukuphazamisa sengathi angithathi kahle"ngisho ngilingisa ukuhlanya ngomunu. "Okay fair enough, and why were U looking at me like that?" ngisho nje kalula" because Chantelle U r the most beautiful woman I" ve ever met yet so intimidating nd powerful". Angibuze ukuthi isenzo sokuncoma ubuhle esikhulwini senkampani kungangilethela amanzi ngomsele ngihleke ngithi akufani nokuthi indoda endala kunaye athi imgqolozele mhlawumbe izinkundla zabasebenzi sezingehlukanisa phakathi kwawo omabili lamacala. " Its obvious U r a highly intelligent man Useless and couragious too. Its true there is no crime in that. However I would like to apologise fr the wrong phrase my wife used nd hope there" s no bad blood between U" ngase ngime ngezinyawo ukube ngangiyilenhlobo yesigqoko ngangiyobe sesisimfonyoze ngasiqeda. Izwi elavela ngemuva kwami kwakungeleCEO. Ngasho ngingananazi ngathi konke kuhamba kahle futhi ngiyazi isizulu sithanda ukuba nzima uma ungasijwayele ngaphuma ngahamba. Sahamba isikhathi ngingahlushwa muntu ngaphandle kokuxoshwa komunye uzakwethu osebenza ugesi naye ngokuphikisana nomlayelo kaHR kade eyosebenzela emzini wabo. Esontweni lesibili ngatshelwa ukuthi ngiyobheka umonakalo weaircon emzini wabo kwathiwa ngizofica uMantfombi engilindile. Yashaya ngamandla inhliziyo ngicabanga isikhathi engizosichitha. nalesimomondiya. Ngathatha imoto yomsebenzi nganikela khona. Uma ngifika ngempela nangu ungilindele ngapaka ngathatha ibhokisi lami lamathuluzi ngangena endlini wacela ngihlale phansi wangilethela ijuice. Angichithanga sikhathi ukumtshengisa ngaphandle kwamazwi ukuthi nginomuzwa ngaye. Ngiqede ngokushesha angibize esengitshengisa izinguzunga zemishini yeaircon waqeda wacela ukudlula indawo impinshene ngaqhela nje kancane kwamphoqa angigudle ngesifuba ngezwa ngibanjwa amagagasi kagesi " Kodwa Ndovela U so impossible ngidlulephi nje la? Awu suka" esho engigudluza ngenkani nami ngabhalansa sagcina sibamba
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!