J

ISkhumbuzo senhliziyo yami 3

John 10 Jun 16 00h04

Yabona mekukade wagcina ukuba seduze nomunt omthandayo nje kuvele kube angath uyaphupha!namanje angkholwa ukuth ngibanjwe umuntu engimthanda tha!kuzwakala angath ngisalale u 5 munites nje kuphela.sengizwa ngesandla nje singiphulula amathanga,sigijimasiyoshuthekeka phakathi sidlalise izndebe zengquza...

0 votes
React to this post

Ngyabingelela bathakathi..kunomfwethu odlule mhlabeni ngofebruary two weeks back ngimphuphe ememeza umama manje inkinga yam sengmuzwa noma ngibhekile ngizwa izwi lakhe ememeza umama ngabe kusho ukthini lokhu coz aikho inkulumo aishoyo bt uyamemeza nje kphela ngayixoxa lento laykhaya bonke bakhala is...

0 votes
React to this post
J

Waba yinjabulo empilweni yami 3

John 09 Jun 16 18h44

Ubudoda abukhulelwa kanti futhi kubiza ukuba yindoda uma kumele ube yindoda. Lendoda eme emnyango isbhamu lesi esiphethe uma ngiqhamuka yavele yasiphakamisa, cha eMlazi abadlali nawe bayibamba emini inkunzi kucabanga mina, kodwa uma ngibheka lendoda amehlo abomvu ngazathi kade ikhala, ziphinde ziphu...

0 votes
React to this post
J

Waba injabulo empilweni yam 2

John 09 Jun 16 04h25

Kuthiwa umuntu, umuntu ngabantu, kanti futhi umhlaba umnandi ngokuphilisana nabantu, ngakhoke philani nize niphilise wonke umuntu oseduzane naye ngoba injabulo yakhe kungenzeka ukuthi ilele ekuphileni kwakho. Ngiphaphamiswe ukukhala kwefone, uZanele uqamele esifubeni sami ngasesandleni sokunxele, ka...

0 votes
React to this post
J

Izinto ziman\' kwenzeka

John 08 Jun 16 17h00

Angikazi nje ngicabange ukumjolela uSyanda ngendlela nje engimuthanda ngayo futhi nje sesifana nabangani uke ephahluke nje ezithole esingixoxela ngezintombi zakhe yize eyindoda yami kodwa angibi nayo inkinga ngenkathi sixoxa kodwa uma nje sengisele ngedwa ngibuyisa imicabango ngivele ngicasuke kabi ...

0 votes
React to this post
J

Izinto ziman\' kwenzeka

John 08 Jun 16 17h00

Angikazi nje ngicabange ukumjolela uSyanda ngendlela nje engimuthanda ngayo futhi nje sesifana nabangani uke ephahluke nje ezithole esingixoxela ngezintombi zakhe yize eyindoda yami kodwa angibi nayo inkinga ngenkathi sixoxa kodwa uma nje sengisele ngedwa ngibuyisa imicabango ngivele ngicasuke kabi ...

0 votes
React to this post
J

UMaskhosana

John 08 Jun 16 12h18

Ngisaba ngisho nokuyichaza lendaba kodwa angizame. uMaskhosana omunye womama esisebenza nabo engafikisana naye kuloMsebenzi. Ngimbiza ngomama nje ngoba uganele kwaNtuli kanti mina ngingowakwaNdlela isibongo, mhla ezwa ukuthi bangibiza ngoSompisi wajabula kabi waze wathi kanti akadukanga unezihlobo. ...

0 votes
React to this post
J

Ngididekile

John 08 Jun 16 10h55

Ngcela ningchazela ukuth naliphupho....umntanami una 6 months eshonile manje ngphupha umfundisi esethuneni layo ingane ungbuza ukuth akhulekele ukuth ingane ilale ngokuthula noma akhulekele ukuth ivuke ngphendule mina ngith akaykhulekele ukuthi ivuke asuke lapho athathe ifoshela lokugubha agubhe ith...

0 votes
React to this post

BaL0yi ngyanibingelela n0nke. Ngicela ukuba ningichazele la badzidzi,ngijwayele ukuphupha amaqanda,namhlanje ngivuka nal0 futhi kade ngiliphethe ngingena endlini kungathi ngiy0lith0sa angazi ngishayiswe yini beselihlephukile kwawa iskhuphashi esis0dwa esinye sasala kulele ebelisesandleni. Ngaphapham...

0 votes
React to this post
J

ISkhumbuzo senhliziyo yami 2

John 07 Jun 16 22h08

"Yey weSkhumbuzo ungangenzi islima wena ngakhuluma ngedwa manje awphenduli ngan?"Kusaqhuba ucc ocingweni!Avele aluvale ucingo,anxaphe yedwa!lapho ngizthulele nje angath ngsazumekile.ngimuzwe edonsa umoya kakhulu bese ethula iskhath eside.khona ngyezwa ngyafa amakhaza shame lana phansi,phela silale s...

0 votes
React to this post