John

Ngididekile

John • 08 Jun 16 10h55

Ngcela ningchazela ukuth naliphupho....umntanami una 6 months eshonile manje ngphupha umfundisi esethuneni layo ingane ungbuza ukuth akhulekele ukuth ingane ilale ngokuthula noma akhulekele ukuth ivuke ngphendule mina ngith akaykhulekele ukuthi ivuke asuke lapho athathe ifoshela lokugubha agubhe ithuna azafike kuyo ingane afice iphezu kwengubo kodwa yangcwatshwa isebhokisini kodwa ibhokisi belingekho ngisho eceleni kwayo nje igqoke impahla zayo even ezinyawen igqoke amaguz la awezingane aze aboshwa ayithathe umfundisi ayibeke eceleni isibolile igcwele intuthwane sekunezikhala emzimbene ezavulwa zintuthwane uthe esuka lapho umfundisi wawuqgiba umgodi angaz ingane wayshonisaph ngoba ngthe sengbona senginezingane ezimbili lendala eyashona kodwa isiphila iyisdudla kodwa yayvele iyisdudla sdalo sayo lencane iyislender engath kunephath kukhona nabakubo kwazo iingane even ubabwazo kodwa le eyesbili angyaz iqhamukeph bath abakubo bazolanda le encane ingane ngabanika bahamba nayo

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...