Ngingumfana nje osemncane (early twenties) owathanda ifitness sukela esafunda eprimary kuze kube namhlanje...uyazi ke nawe kuningi okukhulunywayo ngabantu aba fit abadla insimbi.Hawu ngisukelwe usisi nje omuhle ogcwele nasemzimbeni, uhleli nabangani bakhe athi kimi "unomzimba omuhle yazi uyi hunk la...
Inhliziyo ayiphakelwa
"Sizwe ngicela ungixolele ngiyazi ukuthi lobuhlungu ozobuzwa uma uthola lencwadi abuchazeki,ngicela wazi ukuthi ngiyohlezi ngikuthanda, okwamanje anginancazelo ongayiqondisisa ngalesi senzo sami.uzinakekele uziphathe kahle futhi"ngamelwa ikhanda emva kokufunda incwadi eyayivela ku Zinzi ngayithola e...
React to this post
KANTI THANDO UNJAN?11
Hhiya bathakathi bansondo,ake ngiqale nginibonge nje bathakathi ngokungeseka kuze kube manje yize ngingenani olutheni kodwa nihlezi nikhombisa isasasa ezindabeni engizibhalayo,nangendlela enemukela ngayo izindaba engizibhalayo inkosi ingigcinele nina,owk baloyi asqhubeke,ngaqeda ukukhuluma noThoko n...
React to this post
Uthando olunganamigomo3
Lanamathela itekisi etiyeleni futhi belethe imoto ephilayo kulokhu ayigijimi kusuka amaphepha. Kwakumnandi kudelile sesimane sazinikela ekutheni bonke labantu abasetekisini akubona abasedolobheni eKokstad basazoqhubeka bagibele sebeya ezindaweni zabo ezisemakhaya aqhelile okusho ukuthi abazi litho n...
React to this post
KANTI THANDO UNJAN?10
Hhiya bathakathi bansondo,ngangidungekile emqondweni futhi ngithukile,ngabuza obaba ukuthi kwenzenjan?kwaphendula ubaba wathi"ube sengozini yemoto ndodana kodwa ngamandla omdali awulimalanga kakhulu kodwa okwamanje awulale uphumule"ngasala ngikhungathekile ngoba ngiyakhumbula ngikhishelwa izibhamu i...
React to this post
Kwaphela ukusa 2
Ngizisule ngiqede ngibuyisele indwangu erondweni bese nginikela khona kuNeli mangifika ulibele ifon awulele ngani ngithi ngizokufica usulele aphendule " angilethanga buthongo la Mina ngiyalala ekhaya " ngisho ukuthi LA ngiyafa namhlanje ngisho ngenhliziyo abuze ugezile kodwa ngiphendule cha y .ngice...
React to this post
Uthando olungenamigomo
Ngiyisole zisuka letekisi ukuthi ingasigila igoda kodwa uma ujahile ubamba okuseduze. Ngangikade ngihambele umgubho wokuhalalisela umshana wami ozalwa udadewethu omdala uganele kaMofokeng eBhothaville nowayephothule eyemfundo eneziqu zobumeli. Kwabamnandi kakhulu kodwa lafika ilanga lokubuyela emuva...
React to this post
Kufanele ngenzenjani kanti?
Bathakathi ngicela abangangibonisa lenkinga engibhekene nayo. Sengize ngicabange ukuthi mhlawumbe kukhona namabulawo noma amanzamnyama. Kokunye kungenzeka ukuthi angiqinisi emkhulekweni noma anginikeli esontweni. Ngihlala ngizwa kuthiwa othandweni kufanele wena muntu wesilisa umuphe imali umuntu wak...
React to this post
KANTI THANDO UNJAN?7
Hhiya bathakathi bansondo,kanti thando unjan ngempela?nalu uthando lungijikela isgubhukane endlini,uZanele ngiyamuthanda futhi ngothando olungachazeki futhi ngingamufela,kodwa nangu uThoko landlini esengenza ngizizwe ngenye indlela,sengithandazela ukuthi angabi kulomqondo engikuwo nami jesu,ngingaba...
React to this post
KANTI THANDO UNJAN?6
Hhiya bathakathi bansondo,hhayi uThoko ngamubhebha ngezwa nami ukuthi cha ngenele,yabona leyangane inayo ingquza unqambothi uqobo buye isobala,lalilokhu linetha izulu futhi lingakhombisi ukuthi linganqamuka maduze,ngamumbathisanami ngangena engubeni,kungekho okhulumisa omunye uThoko lona ongumaqinas...