Ayi angiyazi mina lento ubani okwazi ukuchaza iphupho ngzolikha phezulu nje ngiliphupha okwesibili manje ngobusuku obubodwa " " ngiphupha ngsetown ngiphupha imvula enamandla elandelwa isiphepho okwenzekayo ngesiphepho kuyanyantisa ngisaba nokukuchaza and lokhu ngikuphupha kwenzeka endaweni eyodwa efana nse ngyacabanga ukuthi ngikufake nalokhu okokuqala ngyasinda ebese ngixoxela omunye leli phupho kulona belu iphupho athi naye wayekhona saze sadla inyama yenkomo ingakaqali lento cha nami ngikhumbule impela ngyisika ebovu ephekiwe kuthi uma ngiqeda nje ukulixoxa siqale futhi lesiphepho esilama imvula okwesibili ngiyafa bt before iqale lemvula enesiphepho kusuke kumele ngingene emotweni nginqabe uma sesiqala siqala siboqoze yona lemoto engisuke nginqabe ukungena kuyona plus okhiye ngibanikwa umuntu oyedwa engmaziyo" " ngabe kukhona owaziyo angincede alichaze<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!