John

Umendo wam p2

John • 01 Sep 15 17h46

Nakhuke umuntu sewaphenduka imjendevu kwazise phela senghlala ekhaya ngoba ngaxoshwa indoda ngenxa yokubhejwa ikhona nglele nayo sengcabanga nokuyodayisa nangomzimba ngendlela engvaleke ngayo ngisho nezingane azisanghloniphi zithi ngqeda ukudla nakhoke ngsabalisa kanjalo kuvele kuringe usgedlebhe wefoni yam mangbuka hau uskwiza wam nje lona ngjabule ngaphakathi ngizitshela ukuth ubhuti wakhe mhlampe omthumile ukuthi angcele ukuth asbuyelane ngoba phela akajwayele ukungfonela kanti lutho uskwiza ungfonela nje ufuna ngigibele ngize kuyena ungtholele umsebenzi ethekwini nangempela ngcele kugogo imali yokugibela ngenhlanhla ugogo unayo angiphe aqede angshuqisele impepho enzela ukuth nghambe kahle aike ngphume ngabo1 ngfike edrobhen ngabo5 sasuka naye sesiya kwakhe safika senza ukudla sadla sageza sekuhlwile slungisela ukulala sesfake namanyt dress sizwa ngescabha "knock knock" asukume uskwiza avule kuvele kungene insizwa ende efit kamnand ngvele ngizwe kudikiza ilebe phela ngagcina ngaleya ndoda ukudliwa ngizwe uskwiza ethi yindaba ufke ungashongo bukamanje khona ucc wam. Ei ngcela ukubuye ngbhale nansi lendoda izongthethisa ngyaxolisa<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...