John

Umuntu engitshontshelana naye

John • 06 Aug 15 00h57

Nginomaqondana manje and ngazitshela ukuthi lomuntu oyedwa enginaye wanele sengibheke phambili kanti ngiyazikhohlisa nakhu phela sekuvela umuntu ebengimuthana ngehliziyo yami yonke azange sahlukananaye manje ubuyile and siyabonana manje nothando luyavuka kakhulu manje angisazi ngenzenjani akeningibonise bo<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...