John

Aningicebise bo

John • 01 Oct 15 09h29

Bathakathi sanibonani eish nginalomama engisebenza naye la emsebenzini ,uhlala engiqhula engihlasela ngokushima ngoba uthi akakaze eve kuthi nguthyolwa phi. Muhle upakile but uyi boss yami futhi ushadile. Angazi ngimeshele noma ngenze njani, Uma ngimhugger vele alandelise ngekiss nje baze abantu la emsebenzini sebengisolela ihala angazi ngithini aningicebise bathakathi.<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...