Oooh!!! Hee!!! Kodwa mbaly yin lena oyenzayo kima kodwa nabu nobuthongo bungafike lokh ngicabangana nesmile sakha phela bengiqal ukukubona usmile" aiii bathakathi leyo imicabango eyayingidla ngingedwa ekameren lami ekhaya emva kokumushiya uMbali kubo ngijulile ngemicabango ngicabang namaqhinga engzozangawo kuye ukuze ngimqobe ngithule kancane kungena icall ocingwen lami ngicabange ukuth uyena lona o4nayo ngixhume ngyithathe aiish uNokubonga " fuck kombe asikaze sinikezane amanumbers noMbali" aish ngsacabanga kanjalo luze luvaleke icingo ngiluthathe ngilubeke ngithi nje ngyangena engubeni lukhale futhi ngiluthathe ngibone kusasenguye uNokubonga phela enye yezintombi zami naye ngilubambe "hello" aphendule " aau bbe suqalenini manj ukuthi uma ubamba icall yami uthi hellow " aii ngixolise ngimchazele ukuth anginakanga ngikhathel kade ngisebenza kakhul ngoba kade kunesifo nje kwa-aunt a-understand sizixoxel naye angbuze ukuthi ksasa ngyaya yin eskolen ngivume ngithi ngyaya bt ngzongena lyt avume athi yena akangeni ksasa uzobe ebuya kubo ngingabi nankinga sixoxe kancane sivalelisane ngifake i4n yam echargen nglale kuse ngakusas nglungisele ukuya eskoleni ngithathe umakhelekhukhwini wami ngishayela amajita wam ngithi asidibane ePlaza angabi nankinga avume ngivalelise ekhaya ngihambe ngiwafice amajita ami sizixoxele sambe siye kwamanye amaphakistan sithenge u2l kadrink siphume siyaxoxa laph kubuye kumakethwane laph sithe nje uma sesithi syogibela nangu uMbali ngime ngishawe uvalo oluncane bezodlula lapha ngakith nabangan bakhe bame amajita abuke mina badlule babingelele sivume kahle bathenje esethe ukuqhela kanti amajita abuka mina baqala bahleka basho " msizi twana lengane yakushaya ngesithuzi ngeke usushawa nayitwabu ngisho uybona" baqhubeke bahleke ngisho ngenhliziyo ukuthi ukube bayazi ukuthi lomunt ngimsize kanjani ngabe abakusho lokho sihambe sogibela sifike singen eteksin sibafice vel sebehleli eback city nathi singen sihlale mina ngingen ekugcineni sihlale kancane ize igcwale imoto iphume kuhanjwa lapha kuyaxoxwa kujatshulwe cha mina ngizithulele ibuze enye ingane nje ephaphile ingumaqinasi wena owabona uGC woZalo iyangazi uSindi gama layo " auu msizi wathula kangaka yina ushonelwe yina" kuhlekwe aphendule umnganiwam uScelo ngokuphapha naye " aii khululeka weSindy khona amsabayo manje usefisa engabe sesiseskolen" kuhlekwe wonke umunt lapha ngzithulele ngzicofele i4n yami ihambe imoto ize iyosibeka esangwen eskolen kwehliwe manj ngiphume kuqala ngima kuqamama ngilinde lo ebehlekisa ngami ngifuna ukumnyela sesisobabili baphume bonke emotwen kanye nabo oMbali beze kima amajita ngithi nje ngyaqala ngyamsusela uScelo kuqhamuke uMbali acele uxolo kimi yeeeyii bathakathi lengan angazi noma inogesi yin ngendlela engashaywa uvalo ngakhona jhoooo!!! Ayi ngith kusuka kancane emajiten ngiye kuye laph ngyawezwa amadolo ayadlala bt ngyaziqinisa ayii lapho amajita ashaye amakhwele "awuuu libuyile izwe" bayahleka lapho abanye " ungaquleki phela lengane uyisabisa okomfazi wesosha" ngivele ngabanaki ayi angibingelel ngivume abuze " yini vele abangani bami baphaphile vele" ngihleke kancan ngithi " yah khona baziphaphela nje bt ungabanaki banjena nje isdalo uzobajwayela" sixoxe kancane angibuze ukuth nge-luntch ngibhizi yini ngilandule athi " k ngsacela ukukubona ngayo if unga-mind" ngavela lwangithi heeeqe uvalo kwangath angimuzwa kahle ngyaphupha ngimuzwela ebuthongwen yazi ngabanjwa amalimi into engenayo sidalo angibuze " uyezwa kodwa noma hlampe khona enikuplanile nabanga..." Akabanga esaqeda ngathi " ayiiiii!!! Luthoooh singabonana" athi " k ufunde kahlea" kungijabulise lokha nami ngimfisele okunjalo sihlukane ngiye majitena alokh engibuza ngangawatsheli lutho siqonde emaclasin so attend laph i-lucture anglinake nakulinaka kuduma uMbali kimi zahamba ikhath yashaya i-luntch lwaqala futhi bathakathi uvalo aii ngiphume eclassin ngyobona amajita sixoxe kancane ngisuke kubo ngith ngyabuya ngizizulise ngenzela ukuthi ngimibone nangempela sihlangane naye ngase-tuck shop ekhona lapha ngaphakath eskoleni sihlangane emi nabangan bakhe bangibize ngiye kubo laph ngyezwa ukuthi chaa uvalo luyasho ngifike ngibingelele kahle bavume kukhulume omunye wabangan bakhe " aii Msizi umsizile bo umngani wethu yaz bese sishawa uvalo ukuthi bazomrepa amaphara" ayi ngithi akunankinga bengimsiza nje njengomunt engifunda naye laph eskoleni" sixoxe kancane basuke abangan bakhe athi asambe sohlala laph ema-sheltin sihambe nalapho lokh ngimubuka sakumtshonja ngish ngenhliziyo ukuth aii kudela odlayo lapha phela imile lengane lapho iqhoke iblukwe la-jean naboote amnyama kanye nejezi elimnyama yaqhaka neskhafu phela kumakhaza bt haayi kakhulu sifike sihlale ayiii iqale indaba " yazi Msizi ngyabonga ngento ongenzele yona izolo yazi ukuba omunye ngabe uthathe-advantage yokuthi ngamuphoxa afune ukungizwisa ubuhlungu" ngithi akakhululeke mina angilibambi iqhubu kumuntu ngoba kuyenzeka umuntu umfice engekho esmweni sokukhuluma so akakhululeke nje" ajabule sixoxe manje ngize ngibone nokunye ngaye cha yena intokazi ziphelele futhi wawuyibona ukuth i-praud ngokuba yiyona ikhululekile ukuthi nje ibuye ibe neconsi aii nami ngimvezele elami side ijabule syaxoxa kumnandi siyahleka phela cha bathakathi ngasemahlayeni nokwenza umuntu akhululeke ahleke njalo nginekhon lakhona sixoxenje impela size sifike kwezothando ngimbuze " kombe Mbali ukhona nje umuntu ozwana nayela lapha eskolen ngaze ngivinjwe ngomese ngoba uhleli nami" alandule athi " auu khululeka ngapho anginamuntu nd angikafuni ndoda eduze kwami ngihlukumezekile othandweni so ngabonga ngalomunt engachina ngaye" lungishaye uvalo laph esho njalo kucace nje ukuth nami lapha angizothola lutho angibuze naye ngimchazele " empeleni mina ukhona bt angsaboni kahle ngoba usenama ascuse amaningi manje ngivel ngabona ukuth angimkhulule enze akwenzayo " athi auu srry bt kunjalo othandweni ngimqande lapho " ngithi empeleni ukhona umuntu ebese ngimbonile ovele wayithatha inhliziyo yami ngenye indlela nd ngyafisa ukumazisa manje into eyinkinga ngyamusaba nd ngathi unolaka kakhulu" avele aphele insini " au Msizi usungaze usabe umuntu wesifazane niphaphe kanje kahle ukuganga wena bayoze bamuthathe abasheshayo" laph ngyasho nje ngenhliziyo ukuthi lomunt engabe uyazi ukuth ngisho yena ngihleke nami kuth kusenjalo abuke iwash athi " auu Msizi sobuye skhulume kumele ngo-attend iclass manj ngicela amanumber wakhe angabi nankinga sishitshane ahambe nami ngisukume ngyobhema ngibuyele aclassin ngo-attenda elokugcina iclass siphume ngihamhe ngyekhaya lapho ngisaba ngisho ukum4nela ngith nje sengithatha izinto zami sengilungisela ukuye-graundin kukhale i4n yam ngithi ngyabheka au nguye uMbali nglubambe " " hellow gorgeaus" ahleke " aukahle Msizi angimuhle ngaleyondlela nje ngyintombazane efana nawowonke amany " sixoxe kancane angibuze ukuthi ngenzani ngimuchazele ukuth bengith ngyepraticin ath " k" bengakuphuli njalo aii lungishaye futhi lolovalo ngilandule sixoxe sivalelisane ngihambe ngyegraundin ngibuye ngithathe ishawer ngihambe ngyodla ngiqede ngyoziphumulela ekameren lami ngithathe 4n ngibukabuke ngithi awuth ngim4nel coz naye kade engi4nel luring kabili alubambe " hllw" ngiphedule " njan yaphila ngixolise ngoku4na ngalesi skhathi khona into engibe bhizi ngayo" athi akunankinga sixoxe naye impela mase ngyayiqala indaba yami mgimutshele ngendlela engizizwa ngayo ngaye selokh ngambona nangenkathi engiphoxa kwavele kwangathi uyaluphampa more uthando lwakhe kimi athule laph iskhathi eside ngize ngimbuze " hllw ngabe usasekhana na" avume " cha!! ngikhona ukuth nje Msizi angikabi ryt ukuba ku-relationship" ngiqinise ngiyinsizwa yakwethu nd ngaphikisan nakushoyo agcine athe " aii kulungile ngsacela ungipha iskhath sokuyicabanga lento yakho" ngangamlwisa savalelisan ngilale zihambe izinsuku silokh sifonelan ngibuye ngiqhubeke ngigadle kube ngathi izinto ziyalunga kuphinde kuqine lutho umunt ukudede u-crauwn aiiye laph ngibone ukuthi lapha ngilinde amampunge angiwachithe lamazi ayikho lenkukhu ngithule laph ngasa4n ngasayi ngisho nakuye eskolen langa limbe kuyiweekend ngzibukela ibhola kungene umlayezo ku-whatsapp " hi Msizi ukuph ngsePlaza ngsacela ukukubona" ayi ngivele ngifunde ngaphenduli ngibeke i4n yama phansi abone ukuthi angiphenduli azijube a4ne ngo-privet nmbr ngawubambi kuhambe iskhathi a4ne ngeyakhe manje nglubambe " hllw" auu Msizi yini sixaben yina ngyaku-whatsapp awuphenduli ngya4na awulibambi kwenzenjan" ngilandule ngith " srry ukuthi ngibhizi laph ekhaya manje iskhathi sefon asikh" athi " k so wenzan laph " ngith kade ngsageza bt sengzoyobuka ibhola " k bt ngsacela sibonana ngilapha eMall" ngith " ouk ngyeza manje " laph ngivela nami ngizicuphe ngiligeza lakwethu ngiqede ngiphikelel khona ngifike ngifona ngimbuze ukuth ungakuphi asho ngiyekhona ayii bathakathi inhle ingana yabantu angikholwang ukuth iyona lapho isho ize yaqhoka isketi esifika emadolwe esi-cream white simukala kahle bonke ubuyena waqhoka noLong slive oPink nawo umbamile ngiye kuye ayi umunt wavela wangimanga ngsathi ngyamubingelela wavele wangishaya ngo-hag omnandi kanja laph amakhe akhe avele angihlanyisa " au Msizi wangiziba kangaka kwenze njani" ngamchazela ngesimo wezwa cha sahamba sayohlala phansi naye saxoxa ngaqala ngamchazela ngento engiyi-feelayo ngaye ngambona eshawa amahloni wadonsa umoya " yah ngyakuzwa Msizi cha akukuninga nami engikubizele khona nje empeleni nami ngyakuthanda Msizi" yaz bathakath wathi uma eqeda ukush lokho kwangath ngyathuka njengomuntu obanjwe etshontsha ngahlahla amehle yaz ngashawa oluncane uvalo uyaz mthakathi nawe ukubone uma uqonywa umuntu omthanda ngalendlela exakayo kuze kube ngathi uyaphupha aqhubeke nenkulumo yakhe " empeleni msizi selokhu ngaqal ukukuthanda the tym ngihleli nawe eskolen okokuqala ngendlela owawungichaza ngayo ngazibona nginephutha elikhulu ngokungakulaleli okokuqala ngize ngikuphoxe kabuhlungu" laph kwaphela ngisho amagama ngathula ngamubuka ngamehle ayesegcwele izinyembezi zothando wabona naye wangbuza ngamchazela ukuthi angikholwa ukuthi uwena osho lokho kima ngash ngath besengililahlile ithemba sazixoxa njengabant abakade bathandana sekuqhuma oBbe sengina nasezitolo sibuka izinto sahamba sayokudla wafike wathenga yena sadla sazixoxela nangeFuture uma sesiqedile esgele kwamnandi ngamuphelezela wayogibela savalelisana kwakuhle ngaphindela ekhaya inhliziyo iyaxhumaxhuma injabulo laph ngyamucabanga nje sengimqabula sengimkhumula sibhebhana nasekhaya baze babuza ukutha wasasa kangaka kwenzenjan ngangabanaka zahamba izinsuku silokhu sifonelana kamnandi naseskoleni sibonane sagcina siplane ukubonana ngeweeked. Ngyabonga bathakathi bt ngiyaxolise nokungabhebhi nakulokh bt part3 kuyanyiwa...