Eyi bathakathi ngihlangana nentombazanyana ela ko 16 ifake i-urniform yeskole, ihamba nomfana ola ko 19 uma umbuka and ukuhamba kwabo kuyabonakala ukuth kuyathandanwa. Esikhundleni sokuthi ingene indlela eya eskoleni nabo begudla iskole kuyacaca ukuth kuyiwa endlini yesoka leli. Kubo kwaziwa ukuth useskoleni kanti cha usayozivulela imilenze. Ngikubuke ngangakuthanda kodwa ngingeke ngisho lutho ngingaze ngithukwe zingane ngenxa yokuba ne care njengomzali.
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!