John

Sekwanele manje

John • 31 Aug 15 20h34

Noma ngingajwayele ukubhala kule ngosi kodwa ake ngisho lokhu. Sekwanele manje ngalo Sdivane walapha. Admin ake wenze umsebenzi wakho, koba nini ehlukumeza abantu. Okubi akezi nalutho ngaphandle kokugxeka nokwethuka abanye ozakwethu lapha. Nimesabani kanti? Noma kukhona anithembisa khona esingakwazi. Sesikhathele ukufunda izinhlamba. Sihlangene lapha ngenhloso yenjabulo yothando nokwakhana kwezikamabhebhana kodwa sekuqala ukuba muncu ngendaba yomuntu oyedwa nje! Sdivane ake ube indoda, khula manje. Ukwethuka abantu akukwenzi ube indoda, noma mhlampe imina ongazi ukuthi uyini. Kungcono usishiye kule site ngoxolo. Lapha sidinga izindaba zocansi hayi lodoti wakho wokuthuka abantu. Admin ngicela wenze okufanele. Ngeke phela, sikhathele manje. SEKWANELE MANJE. Asibe munye sabelane ngezindaba esizithandayo. PHAMBILI ngoMthakathi onozwano nomuzwa woxolo PHAMBILI!!!<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...