John

Inhliziyo ebuhlungu

John • 12 Sep 15 08h00

Bathakathi angazi kwenzekani ekuseni kusa, ngifikelwa umunyu angazi owani noma istress sokuthi sekuphele inyanga yonke indoda ingekho. Kodwa engike ngizitshele kona ukuth bonke ubunzima engibhekene nabo manje ngelinye ilanga buyophela, noma kungaba mnyama kangakanani kodwa kuba nokukhanya ekugcineni.<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...