Kunamadoda akulesite anesdina futhi angakhuzeki lento ike yakhulunywa khona lana o dadewethu beyikhuza phambilini yokuthi ayikho into ecika njengokuthi umuntu aku inbox efake umthondokazi wakhe akukhathaleki muhle or uyahalisa kuyasinyanyisa lokho bakithi mina nabanye iyasicika leyonto inkosi impela istru! Mina nje uma ngifuna ukugeza amehlo ngamapipi ngiya kumapics angidingi umuntu ozongithumelela elakhe cha ngyabonga baningi bengithumelela lemqwebu yabo yamapipi ayanginyanyisa plz stop it guyz ake nikhuzeke haw ai!! Nx!!
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!