John

Ngiquleka

John • 12 Sep 15 22h58

Ngiphuphe ubaba wengane yam sesahlukana naye eze ngintombi yakhe kithi, ngithe ngisekamereni ngezwa intombi ithetha ithi ikhululwe nengane akuyona eyakhe yabe ihamba wakhala kakhulu imlisa ngazama ukuvimba intombi kepha angiyibonanga mangiphuma ngibe sengiba nesyezi ngagaqa ngaze ngaqulekela emnyango bangibona benogogo bangithela ngamanzi ngavuka ngambuza inkinga kepha akashongo ngithe mangiphuma ngomnyango ongemuva ngamthola endlini engathi yi ladi lesangoma ungibuze ukuthi yini la ngathi umkhulu wam inyanga ube esebambeka ngase ngimphahlela ngimxolisela nam angaz bekwenzenjan mangiqeda ukuphahla ngaphaphama angiliqondi<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...