John

Sengididekile ke manje

John • 03 Aug 16 15h49

Magals ave nginenkinga ,Ngingowesfazane oshadile nghlala naye umyeni but sisebenza ngokuqhelelana sibuya ntambama sobabili but lately isimo asimnandi unamamoods ,akakhulumi ulala ebheke le kuze kuse ubeke �kwenze lokhu ngasesha and find out uyajola and abantu abaningi abahlukene MinA ngvele ngizibone ngine discharge noma kulume kwi nanazi recently ngimtshelile ukuthi ngine STI but nglala naye yedwa an he just ignored me and manje kade ngiwasha ama under akhe anamasperms kushukuthi uyalala njengoba kumakhaza nje angikwazi ukugonwa and mesenza ucansi it" s on his terms no kissing or romance kanti before he ws very good ngicabanga kwakushiya nalomshado MinA manje KuNgcono ukuba nesoka kunokuba nomyeni nge ring qha ,sengikhathele ,ngyaxolisa ukwelula

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...