Ngicela ningihlaziyele nakhu ngihlaselwa amaphoyisa ephupheni and sengiwaphuphe kabili izinsuku zilandelana ,ngiphupha ngifunwa amaphoyisa afuna kungbopha nhbaleke ngiye kwamakhelwane bethi angcashe kwi wardrobe ai kingavumi ngphume ngvele ngyocasha ensimini eza kwamakhelwane aguduza BT zange angthole ai elesibili ngphupha kunomuntu ovula ngenkani umnyango mengvula kanti iwona amaphoyisa ngabe kuchazani<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>