John

Still love hm

John • 06 Aug 15 01h29

Ey bathakath ngizoth qaphuqaphu ngento ebhlung enhlizwen yam. Kunalomfana bengthanda naye ngonyak odlule kahlekahle sthandane unyaka wonke u2013 besthandana kukuhle. Shuth yena nje empilwen yakhe bewathanda amantombazane kodwa kthe makfika mina washintsha wathandana nam kphela wakhohlwa amantombazane, sthe masthandana ke ama ex akhe benghlupha and bekhuluma Eth ngimdlisile ilok ikhulumeka lento yokuth ngimdlisile ngoba wayengthanda yena shame nd nam ngimthanda kodwa ibimhlupha lendaba yokuth kthiwa ngimdlisile mina ngoba bethuswa ukuth y ethandana nam kphela ebe kade eyisoka. Size saphetha sahlukana ngo February ka 2014 lapho ngangibhlungu enhlizwen kwazise ngangqala nokthanda umuntu kanjeya. Ngagula almost unyaka wonke ngazaca ngikhala zonk iynsuku ngngakwaz ukudla noklala ubthongo bungafik lapho sisebenza emall eyodwa naye. Bengingakwaz nokumbuka mefika emsebenzin wam mina ke bengngasangen emsebenzin wakhe bengvele ngfikelwe iynyembezi. Kwanjalo nje almost unyaka wacish waphela. Bese ngincono sekphel unyaka kodwa bekungavum ngimbingelele. Dis year akfananga coz sesyabingelelana sengyakwaz nokumamatheka mangimbona. Ngize ngathol inumber yakhe ngenxa yokuth knentomb yakhe benghlupha. Syachater manje.inkinga engnayo iyodwa ngisamthanda bakwethu kakhulu manje I" m planing to tell him Kuth nje nglindele noma yin, Manj Angaz noma ngenza isnqumo esi ryt yin mangimtshela akukho lula but ngingasqunga isbindi ngimtshele ,bathakath ngenzenjan ngimtshele or what.? Cela ningbonise<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...