Mina no "Mzala" si drive sbuy ehlathin lezmanga. Mase sizophuma nje ehlathini ngizwe "I don" t know if I should col u shlobo, mzala sthandwa sam?" nami ngdideke "Please stop the car" ngime ath aphume. Ajik eze kmina, angbamb angqinise, angbheke n kissed me passionately. "I" m in love now" ngdons umoya kakhulu, aqhubeke "I know it strange bt ngahluleka manje. Kyathusa neh?" "Ey kunzima n ngyasaba manje, bengalindele ukuthi kzovele kube strong kanje. Manj ithiwan intenje? " "Angaz bt angfun lent ibe complicated. Wena kfanele ngaz yo gf, angfun ung cross. Mina I" ll try ngayoyonk indlela ukumbekezelela n maybe sib abangan naye cos ngyasding esam nam iskhathi" Ngathi kzoba nzima la. Aqhubeke "Usazoba nenkinga wena, zolenzenjan uhlany oluw Sam? " "Ey phela mina ngsenjen nje. Uyahlupha lomuntu bt kzofanele ngjwayel ukum cross, nawe awzungbukela phela ngfako wena la so awzusong izandla ngshisw amalahle" "Ya btsyavumelana ngale aarrangement?" ngzoythini ke manje? "Besides uSam nokunye nokunye, umuhle, down to earth, uv" e got brains n most of all uyamaz omuny umuntu. The connection we have is true. Ukube ashlobene bekungakubi mashlukana. Inkinga njengoba sesqal ukwenz ivumelwano kzokwenzek amaphuth anzima. Angfun ukukzwis ubhlungu ngithi syeke, bt kfanele waz ukuthi lukhon olob islima sbanjwe" "Ngyaz kodwa nt manje. Let" s enjoy it 4 now" Ay svumelane sisuke sambe ngyom drop kubo. Masngen etown nje sbon umnganakhe simcoshe (isdudla eskahle nje esiw yellow bone, sila ko size 36 noma ngaphansana nje) athi ebeth uyamfonela uding incwad ye psychology "ikhona my friend as long uzongbuysela Tuesday nje" bavumelane abuy amazise kmina (uNonjabulo but bambiza No) Ay sihambe, kuthi nje mase sesizofika ngbheke sbukweni kuhlangan amehlo no No (Thixo waka mthakathi! Yinhle kanje lengane?" Ngvele ngshalaze mangbon ingbuka nayo ingawasus amehlo kmina. Ngvele ngbik ukjaha ngbashiy esangweni bavalelise. Senglokh ngiycabanga lent engiybonile. Nakh omzala beza neling ezningana manje kanti bengi ryt no mam wami, uma ngthuke ngalingeka benghlephula nje kancane abantu abanama commitments abo nje, angfune stress sama cherry angabangayo. No Sam ngala uvele waqhamuka no small oqinisayo( futhi masngahlangana nje ngeke ngimyeke) Ngfike khaya ngenz izint encane ngthath nezinto ze span ngnikele fletin ku babe wami. Ngyaziwa vele nje omakhelwane ne security. Ngpake ngehle nempahla, aw nang lomaqinase omakhelwane wakhe wehl emotwen yakhe "Makhelwane nglinde ngikphathise" Ay sngene skhuphuke nge lift "Bayajabul abazolala liphakathi! " ngshaw iskam nje bengalindele "Aw Makhi iSonto 2dy kyavukwa ksasa, ngzobek isandla nje" "Wemaaaa ngab akakncikile nezinqa. Futhi nje legeng enamahlon ephans njengawe aydeleki. Nom umuntu ezam ukuzbamba kvele kwale umunt az azcelele yena" Ngvele ngbon ukuthi sizoya kude kanti vele muhle naye ungmele kamnandi, ngvele nghleke kancane "Aw Makhi zongqhatha nezinto kanti ngsabuswa umoya wesonto" ahleke kakhulu "Yabona ke angnamanga mina. Ubonakal emehlweni nje ukuthi loklunga kwakho knento phakathi " lvuleki lift sphume, angshiye phamb komnyango ngvule ngene. "Bby! Ulele yini?" (Guess kwenzekan?)<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!