John

Sithukelwani?

John • 14 Aug 15 17h56

Ngicela ukubuza bathakathi kakhulukazi kubo bhuti umuntu wam masixabana njalo nje igama lesfebe akalishiyi,umgani wami engisebenza naye uke wangtshela ukuthi umuntu wakhe umthukile wambiza ngesfebe kodwa ebefetshwa nguye kuphela,udadewethu uxabana nomuntu wakhe kulamalanga bangibiza lendoda yakhe ibibelesele imbiza ngesfebe namuhla ngizwe ubaba wakamakhelwane ongumfundisi esontweni axabana nomkakhe ambiza ngesfebe so angilizwisisi legama liyini noma isithakazelo sabantu besimame na ake ningicacisele bathakathi ngizwisise pls ongazi athule.<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...