Sawbona mfundi wesitori sami ngikufisela okukhulu ukunethezeka kulesisi qephu..kuthe ngakusasa kwalapho ngiz" hlalele langiqashe khona ngibhorekile nje ngidlala izngoma zikamqgumeni "idlamanzi" kwazise phela ngilikhonzile ngoba liyakhuluma.zidlale zilandelani hyi kuze kube ukuthi ngiyajumeka kusofa,ngithe lang" phaphama khona kudlala lengoma ethi "wena uthatha abafazi ngaba thathu uzoba gcina ngani"ngivele ngibuyelwe yinqondo haibo angani ngiyithathile nje inumber kaloya mama pho ngihlaleleni,yimi loyo ngiqonde raidweni bhoncu iphni akusakhali lutho mnje.ngivule emangameni abantu lutho akabonwa "eish engabe ngizoyithinike lento" ngibheke kuma recent calls hyi ziningi izinumber esinga saviwe,ngiqale phezulu ngehle nazo ngize ngimthole.mina:sawbona sisi unjani,yena:hwu wuwe boi ngiyaphila unjani,mina:hyi angikho ryt kusizani ukuba nenumber yakho uma ngingeke ngikubone ngasho ngangihlikihla uhlanga,yena:kwangathi ufuna ukungivakashela nje ndodana?,mina:yebo,yena:ohk okwamnje ngise toheni kodwa ungafika kwami ngo past 7 ngiyacabanga ngizobe sengiqedile nangomsbnzi wase khaya,Mina:haibo past 7 ubaba wase khaya yena?yena:hyi fika wena uzobe uzekuye noma kimi?,Mina:hmmm hyi ohk ngizofika sisi sharp,Yena:ohk boy..mangithi ngibheka isikhathi ephonini hwu kahlenibo u15:19 yooh kodwa uthi siryt nje ngibheke elase sandleni hwu wuye ngempela u15:20.ngivele ngizule ngiyoshaya inyama emzamo uyazike nawe emzamo ziyenzeka.sishaye isikhathi ngifike endlini ngo 7 ngivele ngithi angisa gezike mnje vele ngowase makhaya ngizo sula ngingaze ngiphele isithunzi nangempela ngenze njalo ngase nginikela khona...knock knock...ubani? Indaba isizoqala ku hlanga lwesithathu<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>