John

Thank you Ngane

John • 20 Sep 15 00h20

Ngane ngisukuma nokubonga kuwena baba kunye nabanye abasizayo kuleli page_Akukho engikufunde lana ngakwenza okwamanje kwenzeka kodwa ukuqala kwam ukungena kuleli page kungijabulisile kwenza ngakholwa ukuthi izinkinga zam zizophela mangilandela imibone yaleli page..Ngibonga isikhathi enisithathayo niphendule kuma post afakwa lana abantu abanezinkinga abadinga usizo umsebenzi eniwenzayo mukhulu kakhulu..Ngifisa unkulunkulu aqhubeke aningcine ninezinhliziyo ezinhle njalo ningaphelimandla kusizo enisinika lona futhi anandisele kokuning_namhlanje ngiyile ekhemesi sengibhale yonke ilist yento engizidingayo engizizwe lana ngazithola futhi zonke.Baze bancoma nakhona ekhemesi bathi ay kuyosentshenzwa lana akuzudlalwa lapho mina ngingashongo lutho but bathe mamebona Bancoma kakhulu Ngasengibona ukuthi imibono yakulele page esinikezana yona ayidlali inamandla.ngiyabonga Bathakathi Siqhubeke ngokubambana nkanjena Singalahlani Isikhwama sami singcwele Manje seniyozwa ngami senginitshena ukuthi kuhamba kananjani.Ngiyabonga kakhulu Bathakathi<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...