Sanibonani bathakathi ngithi angithathe lelithuba ngibalise ngokungehlele kulenyanga edlule. Ngizihambela ngeyinyawo edolobheni uma ngedlula enye imoto ngibone kuvuleka iwindi bese kuvela isphalaphala sentokazi angicele ukuthi ngisondele ufuna ukubuza. Nangempela ngisondele ngifike ngibingelele aphile usisi ase ebuza indawo eno home choice ngibathe ngiyachaza angangizwa acele ngiyombonisa uma ngenankinga, nagempela ngingene emotweni ngoba vele kade ngiqedile ebengiyokwenza . ngithe nje ngingena ngambula ebusweni ngashawa uvalo indlela amuhle ngayo unezinxonxo wavele wamamatheka zabotoka mhhhh ngangazi ngimbuke noma ngikhophoze ngibheke lena.Sithe sihamba wangibuza nginamahloni yini ngazama ukuziqinisa ngathi cha wase ethi pho yini ungintshontsha uma ungibuka bese uyakhophoza uma ngikubuka back , hayi lahamba lodwa lingenampendulo. Sihambile safika e home choice ngathi ngizosala emotweni wanqaba wathi akashiyi ama stranger emotweni yakhe sasesihamba kunye. sithe sihamba wangibamba ngomunywe wasengihudulela kuye ethi ngingamsabi name ngaziqinisa ngaze ngebeka ingalo emagxeni wakhe wangibamba okhwalweni. Ngezwa into yami ishukuma ngaze ngaphathwa amahloni ngalokhu ngilungisa iskipha ukuthi sifihle angaboni lelithende. Sithe uma siqeda lapho sihamba sixoxa engitshela uthole itransfer emsebenzini wakhe usuka e kzn njengoba ngisegoli mina. wathi ufuna ukubona iyindawo ngingavolontiya ukuba yidate yakhe ngimkombe izindawo nangempela ngavuma. Sibuyele emotweni lapho sithe singena wavele wangigqolozela emehlweni akakhuluma , lapho ngithi ngiyambuza ungibukani wavele wathi sshhh wase esondeza umlomo wakhe ukuthi ngicabuze ngisamangele ngihala ukucabuza wavele wa starter imoto ese shintshe ebusweni , konje uthe ngikuhlise kuphi? Kubuza yena ngaphendula ngathi angishiye e mall eseduze nama taxi. Ngamane ngacela izinamba ngingazi ukuthi ngizozenzani ngesabe umuntu ela , wazibiza ngenkathi ngizifaka efonini. Safika la ngehla khona ngehla ngazisaver ngosisi we hammer coz angibuzanga negama. manje ngithe uma ngibuka efonini yami usisi ukhona kuwhatsaap ngambingelela wavele wafona back ethi use meetingin ucela ukubuyela kim ntambamba nangempela ngavuma. Late izolo ungifonelile wabuza ngimazelaphi ngachaza wase ethi wheee kade ngithi uwomunye umuntu kanti uwena wase edropper ucingo. Ngimfonelile ngizama ukuqonda ngenzeni manje wase ethi angikhulumi namagwala mina intezingavukelwa. Walubeka ucingo lakhe ngasala ngishwebile , ngithe ngisazibuza ukuthi ngidelete lenamba suke kwangena iwhatsaap ngayibuka inevideo yalosisi kade egeza mhhhh uyayigongca ikuku ene inkuluma yakhe ibekwe kanje "if you want some come get some and you know where to get me chiao"bese eqedela ngokungilingisa ngolimu manje soloko ngithole levideo ikhanda lami licabanga ngaye nje angazi ngithini ?<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>