John

Qeda insupha enkomeni /endukwini

John • 03 Oct 15 20h19

Uyamthanda bt auphatheki kahle uma seqala lezi Romance zakhe ngenxa yokuthy unezi nsumpa kwi nanazi noma kwi iababa.uzizwe suqinisa izwi Ndoda "mina ngingowa se mafama angncelwa nje nhlobo" wena cc uzbona sukhipha mehlo ngathy ixoxa lijahwa yinyoka uma ezama ukthintathinta I nanazi uze uthy"mina ngikopwa ngphinde ngimuncwe wumuntu onglobolile ai engjola naye" cha yenza kanje. THATHA - I ONION lamagxolo kade selalile ngeskhathi uwuqoba uzopheka.wakhame aze aphume amanzi uhlikihle la knezi nsumpa khona kahle kze kome bese ungali gqoki diloz nomi anda.njalo uma uzolala zize ziphele.zokjabulela ukba nothandiweyo wakho ugesi ukhanya.<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...