Sengishiywe iskhathi kuntambama ngolwesihlanu ngibelesele ucezu lwemoto lona belu umbembeshwane engihambisa ngalo izincwadi namasheke enkampani ethunga amagolfshirt eThekwini. Ngihamba ngesivinini ngibuya kohambisa ezinye izimpahla ezinganasampula eMphithi. Ngijahe kuthi kushaya ihora lesihlanu sengingenile efemini. Anginankinga ngesithuthuthu uma ngibuye emva kwesikhathi ngiye ngigoduke ngaso, inkinga enginayo ngamaphepha engiwathole la bengidilive khona adinga ukuhlala phezu kwetafula lomphathi ukwenzela ukuthi uma esheshe wabuye emhlanganweni eGoli awabone. Kanti uma efike sekuhlwe kakhulu wayevame ukuthatha noma anahora amabili ekuseni ngomgqibelo enze izinto zakhe eofisi bese edlulela ezinkundleni zegalufa. Ngizihambela nje ngicabanga ukusheshe ngifike endlini ngiboleke imoto kudadewethu ongilamayo ngiyolanda uZethu umuntu wami sizochitha impelasonto ndawonye. Uma ngiqhamukela la kukhokhelwa khona ungwaqo eMarianhill ngizithele kwinyakanyaka yezimoto nekungabonakali mnyakazo ukuya phambili. Ngize ngehlise ijubane ngiqalaza izikhala zokuthubeleza phakathi kwezimoto ngisithole ngilokhu ngiye phambili kancane kancane. Kuthi ngisaqhelile nesango lokukhokha ngizithele kwelinye itekisi elimane lavimba nekubonakala ukuthi umshayeli walo ubesesukwe yizo lezingqondo zokuxhamazela ethi ushinsha umzila kanti bazomvimba naye. Akusahlehleki akuyeki phambili futhi! Sajama sonke ke manje sabe isikhathi singemile sona. Kwakuphithiza laphana phambili amaphoyisa omgwaqo ezama ukuxazulula yona lenkinga edala lominakalo wesiminyaminya. Ngicabanga ukuthi umuntu uchithe lapho cishe ihora lonke aze aphumele ngalee sekususwe iloli elidonsa inkonyane nengingabanga sezwa ukuthi selivundle endleleni bekwenzenjani! Nginele ngaphumela ngale ngayithinta iHonda ize icishe ibesengathi iyakhononda ingasanamathele ngisho phansi. Ngifike efemini angivulele ugqayinyanga sekungene owasebusuku angimujwayele kangako kodwa ngingasaya kude ngisishiye isithuthuthu khona ngemuva kwendlu kanogada ngibe ngikhipha ifoni yami ngicela udadewethu angisize angahambi ngingakafiki ngesicelo sami. " Wee wena Sifiso uyangihlupha uyazi! Ngiyaphuma nje kanti wena uhlaleleni emsebenzini namuhla. Mina bengizitshela ukuthi uphume wazula nabangani bakho. Sorry mfethu nami sengishawa yiskhathi" awubheke nje lengane iyaziqhenya manje kanti ayikho nayijahile ngele kokuya kulo skhotheni athandana naye. " Kodwa mntakababa sekunje isikhathi uzophoxeka uZethu ngingasamlandi ngiyakucela nganeyakwethu" agcine engithembisa ukuthi kungcono adlule esebuya la azoqala khona eze naye yena." kodwa ke Sifiso umshayele phela angalindi emnyameni ngoba ngingakwazi sekuze kwashaya nelesishiyagalolunye" ngibonge ngimtshele ukuthi angilutho ngaphandle kwakhe angincimfele ehleka avale ifoni. Kuthulekile endaweni yokupaka engaphambili kwazise kade kwahanjwa. Ngihambe ngigodle amaphasela nezincwadi engifika nazo sengingasajahile kodwa sekuhwalele. Ngiqonde emnyango omncane ongena iboss nabathize abaphezulu enkampanini ngisebenzise izinamba zokuvula engazinikezwa uye umphathi wathi ngingatsheli muntu, ngivule ngingene ngiye eofisi ngibeke engikuphethe. Ngibone kungcono ngisale sengigeza endaweni ekhethekile yabo ngoba nala ngishinshela khona kungaphandle nje kancane. Ngikhumule ngithandele ithawula okhalweni nginikele eshaweni ngifike ngigeze ngiqede ngezinsipho zabo ezinuka kamnandi ngihleke ngedwa uma ngicabanga ukuthi isichwensi esiwumfazi weboss singadinwa sithelwe ngamanzi uma singangibamba mhlawumbe ngingaxoshwa ngisho ukuxoshwa! Nayo ke mthakathi inkinga yangempela kulefemu! Uluhlaza uThozama umfazi weboss futhi nje akamfuni umuntu wesilisa ubenyanya kabi. Yisipoki sakeBhelema! Akekho ongalunywa yisisu uma kufanele uyobhalisa izinto zokusebenza kuyena. Mina kade esanda kungitshela ezimpondweni ukuthi useyangibalela izinyanga ngisebenza ngoba wathi enqaba ngisebenzise imoto encane ngatshela indoda yakhe yathi kulungile kunemoto ezayo ethengiwe izonikezwa mina ngisebenze ngayo! Kwabe ngishiphile wathi cishe ingasangifica naleyomoto. Ithe nje klwi intokazi yakhona ngebala elizothile nje. Ihamba sengathi iyakhangisa igqoka kahle kodwa lenhlobo obona konke ngisho itop ayigqokayo uthi ukhuluma naye ube ubuka ibele elihle. Uma ehlezi etafuleni lakhe uvame ukuphuma kancane ngesihlalo ufike ebhale isine kuvele elipholipholushekile ithanga leli! Ngelinye ilanga ngilanda umsebenzi engangizowuhambisa ngamfica ecosha ipeni elaliwile eqosheme kuvele iphenti elimhlophe qwaaa ngavele ngaqhanyelwa yangidayisa itracksuit engangiyifakile wangibona. Akakaze adinwe kanje umuntu wesifazane kwasala kancane angibambe ngengikugqokile. Kwabamuncu usuku lonke engishashalaza kwaze kwaxakeka nozakwethu nekuyila ngangeze ngiyithi vu! Empeleni mina naye besiyinyoka neselesele futhi vele ngasengiqalile ukufuna umsebenzi kwezinye izinkampani kuthembisa futhi. Hayi kwakunzima ngalendlela yokuthi ngase ngimzonda ekugcineni ngingasaboni nalobuhle bakhe. Ngangike ngizitshele ukuthi ngingamhlanganisa nobonda ngemoto ngithi kubeyingozi futhi naye ekubona lokho eqhela uma ngiza ngemoto. Uma ngiqeda ngiziphuma ngiqaphele ukuthi kukhanyela phansi egumbini lemihlangano amalambu afiphaziwe ngiqalaze kodwa vele ngingedwa nginikele khona sengisho ukuthi babenenhlanhla abawacishayo abonwe yimi ngiba ibizobathethisa iboss ithi kumoswa ugesi. Ngangena ngiphusha uhlangothi olulodwa lwezivalo ngema sengathi ngibanjwe wugesi! Ngathula ngibuka umhlola owenzeka phezu kodedangendlale wetafula lezingxoxo! Ngafikelwa wumcabango wokuziphindiselela ngahlehla nginyonyoba ngashesha ngiyolanda ifoni yami ngabuya ngangena ngasondela ngaqala ngathwebula ngingajahe ndawo nezimo zingivuna. " Wenzani manje uyazi ukuba yisthithibala uthi ngizoqhanyelwa kanjani uma ulokhu uqhaqhazela? Wake wamthinta umuntu wesifazane noma ugibelusa okwenkunzi yenkomo nje okwaziyo. Ngifuna ungichamise uma ungafuni ukuphelelwa wumsebenzi uyangizwa?" siphendule lesinoko somfanyana okhipha imigqomo kadoti " engani uMaam uthe ngikukhothe laphana manje....." "Hey shut up! Lalela boy ngifuna ungibhebhe ngalomthondokazi uyangizwa babah? Kodwa umuntu wesifazane udinga uqale umbeke endaweni naye afudumale. Angiqonde kukuthethisa kodwa nawe uyangicasula. Uma uhluleka ngizothola omunye ozongenza kamnandi angazi ke wena uzoyaphi uma ungasekho umsebenzi wakho layikhaya, mhlawumbe nje uTolby uzokuxoshela ukunshonsha imali! Sebenza ke babah. Yima kancane uhlehle uyibukisise kahle lengquza khona uzocabanga usungibhebha nami bese ungikhotha umsunu uzwile. Yekela ukuqhaqhazela ke angikuboni khululeka wenze njengoba ngikutshela. Okokugcina ungaphinde ukhulume uzongiphazamisa uzwile babah? Woza ke baby" LAVELA ITHUBA!!!! ngiyakuce
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!