Izinto ezenziwa layikhaya manje zehlisa abesifazane isithunzi! Ngicabanga ukuthi sibadala sonke la siyazi okuright nokuwrong! Noma kungangithinti mina kodwa njengomuntu wesifazane ngeke ngithule. Uma semukela izenzo ezinje kuyafana nokuthi siyizilwane manje! I-turn off straight! Khuluma nomasbhebhisane wakho ungasifaki thina ukuthi ukhona noma awukho ushukela akudokwe ligayelwe thina! Ukuphoxa izingane zabantu la kukhombisa ubuchopho obungaphusile futhi obungasebenzi sidalo! Kimina ufana nesilima uqobo!<p style='font-size:small'>2013@mthakathi South Africa</p>