Bodade cela ningbonise nakhu ngzofabo kunobhuth engaqala ngaye ukuqoma ngo 2008 sathandana nje kukuhle kwath ngo 2011 ngamgangela ngakhulelwa ingane okungasiyo eyakhe.ngamtshela kwakunzima wazewath asith ingane eyakhe kuzenginga hlukani naye ngihlune nobab wengane. Nganqaba ngamala kodwa ngangim thanda ngnqubeka nobab wengane wath meqala uk" feba ngamala ngo2014 ngahlala lo ehaqalangaye elokh engigcenga ngo 2015 ngodecemba sabuyelana saqubeka nje manje usenengane nomar wengan yakhe basathandana mina kodwa akafun mangith ashlukane uth uyangthanda kodwa ngeke akwaz ukuzwisa umar wengan yakhe ub" hlungu ngoba akaze amphoxe.ubab wengan yam sebuyile futh ngyambona ukuth useshintshile uzmisele ngam ngcine ngvumile sbuyelane.inkingayam akekho owaziyo ukuth ngbabhanqile manje angkwaz ukthandana nabath ababili mina n lomunye mengezwa ukuth sengbuyele kubab wengane angang bulala manj angaz ngipaleph ngisenkingen cela onosizo angsize uma kungekho ongang sizangakho uvele uthule.