Nisothandweni bt anazani inkinga anixoxi anibonisani nizokwazana kanjani ningaxoxi kunocc okuthiwa bahlonipha amadoda inkinga agcina amadodabo engabazi ngoba behlonipha majita musani ukujabulela ukuthi nalanda izintombi ezihloniphayo emakhaya kodwa kube nzima ukwazi ukuthi umuntu wakho ujabula nini umuntu othi noma umbuza babeh uchamile avume ngekhanda kanti ngaphakathi inhliziyo iyathatha iyabeka umuntu ongakwazi ukulekelelaa uma kubhejwana kubalulekile ukuthi umuntu wakho nivulelane naye izifuna mukhulule umuntu ngisho ngabe unehloni bt menze akakwazi majita musa ukuzihlinisa kanti ufihle amahlazo amakhulu ubuya ekhaya ungasangeneki jesus usubuya enganeni yomuntu uyiqiniselamehlo konke lokhu ukwenza egameni lothando umthanda kanjani umuntu okwesabayo musa ukuxhaphaza wena asibathande sibajabulise abasthandayo sibanike inkululeko uthando lolu kuyabanjiswana othandweni ubucwibi obuhle obundiza ngabubili
Comments (0)
No comments yet. Be the first to comment!