John

Bathakathi

John • 24 Jun 16 08h53

Kubabangene kulelikhaya kusanezinhlanya zangempela ezazingdeleli kanje ngingabala uSdivane, uMdlwane nabanye labo bebedelela uze ubone ukuth uma ngingahlangana naye kungakhuluma iqupha kuphela, bangangifakazela My V, Sweetie, Charming, Mikeg, Nimza nabanye. Angisho ukuth kufanele sidelelane kodwa asidaliwe ngokufana futhi asiphumi emakhaya afanayo, uma ungazizwa kahle nge comment yam ngitshele akulona ihlazo.

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...