Ngibuyelene nonsdintshontshisane wami. inkinga uthi ufuna qale sibonane kuqala sixoxe face to face ngoba uthi imina owaye wrong. manje ma sikhuluma over the fone or ku watsapp akasho ukuthi uyangithanda and uhlezi e busy mangifuna sibonane mangibuza if usangithanda uthi sisaxoxa kuqala ukuze abone ukuthi siyazwana yini.Ngididekile angazi noma usangithanda yini but if ngicela usizo ngiyaluthola. Ngiyabonga