John

Uyaganga phela umfowethu

John • 02 Sep 16 08h29

Ngifika ekhaya ngifile amakhaza ngiqeda kwehla emotweni yomfanyana womlungu osanda kufiks enkampanini engiyisebenzelayo. Sengicelana nolift nje ngisamelwe yikhanda ngoba eyami imoto ngiyifake esigxobeni sikagesi emasontweni amabili edlule manje umshwalense usashaya amakhala ukungixhasa ngiyivuse. Ngokungathi akwenele lokho la ngihlala khona wumuzi kankosikazi kamfowethu uVusi awawuthengelwa ngabazali bakhe njengesipho ngomshado wabo. Mkhulu impela umuzi kuyisitezi kodwa uyabanda injabulo kayibonwa. UVusi uthathwe yintokazi enezingane ezintathu ehlala eMhlanga abathandani kusuka amaphepha. Cishe sekuyophela izinyanga eziyisithupha engasahlali kulomuzi. Mina yize kuwudaba olungangifaki kakhulu lolu lwabo kodwa ngike ngazama ukuhlala phansi naye ngelokubonisana kwanhlangazimuka nomoya. Ngibuza ngesenzo nezizathu ezibangela lomoya oshubile wavele wangiphuma la ngangingalindele"Linda tshela mina, yingoba wena ungaboni ukuthi lomfazi uyajola emsebenzini? Wake wezwaphi umuntu wesifazane okhuphuka ngesivinini esingaka ngesikhashana nje useyiGM? Laba ekade babezikhandla bona? Uma ungaboni ndoda yingoba ungathandi! Oh sengiyakuthola mfowethu uncenge indawo yokukhosela noma vele nawe uyambhebha uLindiwe? Heheee! Linda noLindiwe, naze nafanelana bo! Uyazi ungabothi uyamazi umuntu noma nizalwa kunye. Kodwa bengizokwethuswa yini ungazalwa vele wubaba angithi weza nonyoko uvele unamazinyo. Ngikhuliswe umah wakho impela kodwa ubumpisi babukade buvele bukhona! Awuboni ngilukumezeka ngoba vele angilona igazi lakho. Hlukana nezindaba zami nawe ufune umfazi uhlale kweyakho indawo! Nxxx" washo ephuma embaklaza isivalo kwabayinhlanhla sangakhumuka. Ngase nginamahloni ngisho ukuhlangana noLindiwe ngihamba kuqala ekuseni ngibuye mhlawumbe eselele kwaze kwaba kuyilelilanga ekuseni la kufika uVusi elande izingubo zakhe zokugcina ngibezwe bejikijelana ngamazwi ashubile impela. "Ungazami nje ukuzenza ungcwelengcwele kimi Lindiwe omakhelwane abazona izilima uyangi wa ngithini kuwe? Angilutho mina ngoba unakho konke ngesinene sakho. Wumsebenzi, nazi nezimoto egalaji pho isichaka esiyimi usasidingelani? Nomfowethu uvaleke amadlebe ubona mina ngisephutheni ngoba kwenzenjani? Akakubhebhe sifebe somfazi kodwa naye usazobona angazi ke ukuthi yena uzophuma abhekephi! Amehlo Lindiwe ayabona ngeke ubenze izilima omakhelwane. Asinangane vele akekho ozokhalela omunye. Umshado ongenangane eminyakeni emihlanu yonke ngoba nje ukhonze ukundinda. Vele izinyumba zonke ziyandinda!". Ngezwa esehla ngezitebhisi ngangena egumbini lami ngathula. Ngalelo langa ngaqala ukubekisa indawo kizakwethu emsebenzini nakubangani. Usuku lonke ngiphenduphendulananalezinkulumo zikaVusi emqondweni wami. Impela amathanga ahlanzela abangenamabhodwe! UVusi ukhuliswe wumah wami owayeshade nobaba wakhe, sebadlula emhlabeni bobabili sasala siwa sivuka nomfowethu sizwana kabi singamathe nolimi kwazise besisondelene kakhulu nangeminyaka. Siqale ukuphikisana ngemibono ngesikhathi edayisa umuzi kamah ngoba uLindiwe esethengelwe kesithabathaba, kodwa kwasheshe kwedlula lokho sesihleli sonke sajwayelana nosisi wami uLindiwe. Ngangiyitshela ukuthi ngisekhaya kuhlale kuhlekwa kumnandi. Nakho ke esegadla usathane uVusi esethandana nalentokazi yokudabuka eTanzania ekhangisa ngezingubo zamazwe angale kwemingcele ibenezindawo zokucwala uzinwele nendawo edayisa ukudla. Impela yona ibhukuda kuwona amadollar kanti uVuzi wayeka umsebenzi awayefakwe nguLindiwe wayoba wumphathi wemisebenzi yalentokazi! Kodwa ke manje kukho konke bobabili akekho osele dengwane ngaphandle kwami. .Ngalesimi sakamuva ngize ngacela komunye uzakwethu onendawo ahlala yedwa ukuthi angiqubise ngize ngithole eyami indawo ukwenzela noma ephinda efika uVusi ngibe ngingasabonwa nangokhalo. Sengikuqoqile okwami ngafaka esikhwameni kusale umsebenzi onzima wokwazisa uLindiwe. Besingamathe nolimi impela kodwa ngeke kwasisiza ukusala sodwa kanti kufanele impilo iqhubeke futhi ke ubesekubeke kwacaca bha uVusi ukuthi angilutho kuyena kukangakanani emfazini wakhe! Nginyuke izitebhisi sengiqunge isibindi ngazi ukuthi ngizomfica uLindiwe egumbini lakhe ngoba kusobala akakaze ayendawo futhi akutshengisi ngisho ukuthi uke wehla eze ekhishini noma egumbini lokuphumula! Ngiqede izitebhisi angikazi nokuthi ngizoyiqala ngakuphi lendaba yokuhamba ezoyibona ngamaphi amehlo yena. Ngiqalaze uma ngifika kumgangatho ophezulu ngbone kuvulwe kancane isivalo somnyango wegumbi labo ngiqonde khona ngithi uma ngisondela ngimbone uLindiwe eme ewindini okomuntu obuka ubuhle bokushona kwelanga esagqoke ibgubo ekhanyayo yokulala emile enganyakazi. Ngime amehlo ami abone ilanga eseliyisithela kuwukhanyise kahle umzimba wakhe kubonakala kahle izinqa namathanga namahips aphume kahle nje. Intokazi yebo yindoni yamanzi uqobo lwayo ithe klwi kahle nje. Hayi ngibone ukuthi senginephutha angimazise ubukhona bami angaze angibambe ngiphakamise isandla ngithi ngiyangqongqoza avele asho kuqala "Ngena Linda kuvuliwe" ngethuke kuthi ngihlehle ngibuye emuva kodwa ngigcine ngiqunge isibindi ngingene aphenduke ancike ngewindi ilanga likhanyise phakathi kwamathanga avulekile njengoba eme sakugxamalaza. Ngisheshe nguwasuse amehlo ngiwakhuphule ngizithele emabeleni izingono zingikhombile ngaphakathi kwenytie yakhe ngigwinye ubala ngibingelele. " Sawubona Lindiwe, kunjani sisi?" avele ahleke kuvele uthotho lwamazinyo amhlophe qwaa kubacake izihlathi angibuke athi" Yebo Linda, kodwa angazi bhuti ukuthi ngingathi nginjani. Uhambile umfowenu usethole umuzi omusha manje sekulandela wena kushukuthi ubufebe bami bunicika ngempela!" asho azithele izinyembezi ngisondele nginokungabaza ngingazi ngithini! Kuthi ngimbambe ngelokumduduza kodwa ngicabange ukuthi uma kungangena uVusi sikulesosimo angavele aqiniseke ngezinsolo zakhe zokuthi ngimudla izithende! Angazi nami bgisuswe yini kanjani ngazibona sengimgona ngimphulula esekhala kabuhlungu eze wanesibibithwane. Agcine ethula enamathele esifubeni ngizwa amabele akhe ethumela izigidi zamagagasi kagesi umzimba wonke. Yawuchitha umuthi inkonyane ngoba ngesizathu engingasiqondanga lelithatha lomthondo selime mpo likhombe emathangeni luze lingene shii! Aqhele kancane uLindiwe athathe itissue anginikeze enye ngicabange ukuthi wenzela ngimsule nebala ngimbambe emahlombe ngimsondeze ngimsule avele angimangaze naye aqale esule mina ngixakeke nje akubone lokho ahleke athi "ngikunikeza itissue bhuti ukuthi usule izinyembezi lezi ezigobhoza kuwena manje wena ubona ezami!" Sibukane emehlweni isikhathi eside ngibone amehlo amakhulu eqala ekhazimula amoyizele kancane angibhrashe emahlombe nami sengizibona ngimuphulula ngize ngibhrashe nezinqa phezu kwengubo yakhe yokulala ngizwe ngesandla ukuthi akaligqokile iphenti. Abeke ikhanda ehlombe lami asholo phansi "Linda ngicela ungangishiyi nawe ngiyesaba bhuti!" aqhaqhazele umzimba wonke angibambe angiqinise aqale phansi ukukhala ngimphakamise ikhanda ngifune umlomo ngimmunye sithathane impela sesidudulana ngawo ngike ngime kubuye umqondo! Wumfazi womfowethu lo futhi uma ngike ngadlula kulesisigaba ngeke kusalunga, akugcine nje khona la! "Sisi ngeke sikwazi ngikukhonze impela ngiyamhlonipha noVusi umfowethu yiphutha leli!" angazi noma wangizwa yini ngoba wayesematasa nebhande lebhulukwe lami !!!

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...