John

Wayeshilo ubaba 2

John • 25 Apr 16 17h55

Nangempela ke, yayimujabulisile uThulane lento ayiziswa nguJoice ngoba phela kuyena kwakuyinto owayengakaze ayizwe nje soloke azalwa komtungwa. Nasesikoleni wayejabule nje angazi noma azithini, baqhubeka ke benoJoice belokhu sibhebhana nje, wayeseshitshile nje ngisho noma usumbona nje wawubona umuntu ohlukile kunalona owayefika lana evela emakhaya. Yaqhubeka ke impilo umfana esenza kahle nase sikoleni noma ke wayesabhebhana noJoice. Zavalwa izikole kumaholidi ephasika phela kwakufanele aphindele kubo eHarding uThulane, nangempela wagoduka waya kubo. "ndodana saze sajabula ukukubona mfana ufika uphephile lana ekhaya" kubingelela yena belu uyise ngenkulu intokozo lena "yebo baba ngibe nohambo oluhle, ngabe ungakephi umama kade phela ngamugcina futhi sengimkhumbule" kukhalaza uThulane ebuza unina "usaye ngase sitolo ndodana phela uBathabile usaye ekhefini izinsukwanga nje manje umama wakho usabambile". Bajabulelane ke benoyise kodwa yena esefuna ukuya esitolo ukuyobona unina " ndodana ufika nje usufuna ukuhamba, ungasasho ukuthi kuhamba kanjan esikoleni phela yimina okhokhayo" "konke kuhamba kahle baba kodwa sizokhuluma kahle uma sekukhona nomama" uKhumalo wayengangabazi nakancane ukuthi umfana wakhe uphumelele noma yikanjan. "ndodana, usufukile, hawu! Kodwa mzilikazi bakithi" kunjabula umama wakhe "sengifikile mama bengifuna ukuzobona wena nje" bajabulelane kube kuhle kubenjeya. Zahamba izinsuku selokhu afike uThulane kubo, kodwa sekubonakala ukuthi umfana ushitshile "wemaShenge, kodwa uyabona ukuthi umfana usenoshitsho nje manje" " ubonani baba" " lomfana akasagezi nje phambi kwethu, phela yena ubegeza khona lapha ekhishini kodwa manje lutho" kukhala uKhumalo " uyakhula nje umfana baba". Nayo ke lentombazane yakwaSithole, isonta naye uthulane futhi kade yamuthanda kanty yayifunda naye esikoleni, kodwa uThulane engenaso isikhathi sayo ngaoba kwakungeyena nje umfana wamantombazane, phela nakubo behleli besho ukuthi engase ishade noThulane iyobe ithole umyeni ngoba akekho ongazi ukuthi ingane kaKhumalo ihlonipha kangakanani, "Nozipho, ake uyongifunela ugwayi lapha kwaKhumalo estolo bo ndodakazi" kusho uSithole, " yebo baba". Impela noNozipho ingane ehloniphayo futhi eyakhuliswa kahle nguyise ngoba nonina wayishiya isencane nje ehamba nendoda eshiya ingane encane nobaba wayo, futhi uNozipho akazange aqhubeke nesikole emuva kukamatikuletsheni ngoba phela kudliwa imbuya ngothi kwaSithole, noSithole kwakuyindoda eqhotho eyasho emuva kokushiwa unina kaNozipho ukuthi ngeke iphinde iganwe, izozikhulisela ingane yakhe. Wethuka kwathi akome uNozipho uma efika kudayisa uThulane esitolo phela wayengazi ukuthi ukhona " sawubona Thulane" wathi nje evusa amehlo uThulane ebuka lomuntu omubizayo ukuthola ukuthi uban hawu! UNozipho ingane enhle kunazo zonke esontweni " unjan Nozy" phela wayaziwa kanjalo ngo "Nozy" "ngiyaphila Thulane ngizofuna ugwayi omhlophe upeter kababa" phela uSithole wayewuteketisa kanjalo ugwayi wakhe "upeter wam". Nangempela amnike bese efikelwa omunye umcabango uThulane " weNozy uzobe wenzan late ngifisa sike sikhulume nje kanjan" "angicabangi ukuthi kukhna engizokwenza" lapho wayejabule uNozy uma ezwa uThulane esho njalo kuyena phela kade amuthanda yena kudala ukuthi nje angeke akwazi ukuzishelela. Nangempela ke late bahlanhane uThulane noNozy bayohlala kwente indawo eyiwa ngakubo engenabo abantu baqale baxoxe nje ngezinto zakudala bahleke kube mnandi ngenye indlela nje phakathi kwabo baze bacikane, bese beyabhekana nje umzuzwana kungasekho okhulumayo khona lapho kanty eceleni kwabo kukhona indawo nj eyisikhotha bese eyamqabula uThulane noNozy eyawamukela, behlezi phezu kwatshe, baqabulane lapho kuze kushise amagazi kubone bese behla etsheni beya khona otshanini baqabulane bese uThulane ezama ukukhumula uNozy "ngeke phela Thulane lento esiyenza iwrong nje " "angithi siyafuna sobabili nje Nozy futhi ke akekho ozokwazi ngoba silapha sobabili" " uyazi nje ukuthi ngiyahlolwa mina, ngiyothini ekhya?"kuzikhalela uNozy. Ancenge ke uThulane esefile ukuqhanyelwa, agcine ehlulekile uNozy ngelokuthi "ngizofaka kancane" namgempela bakhumulane khona lapho esikhotheni kanty nesikhathi asimile lapho, bese elala ngomqolo uNozy asho phezulu uThulane Aqale athi uyafaka uThulane "ungangilimazi, futhi kubuhlungu nje" "bekezela kancane kuzoba mnandi khona manje uma usujwayele" azame ke uThulane kukubi kunjalo, azame ukufeda kodwa ilokhu ivimba ingane ize ingene kancane kube buhlungu, elokhu ezama ukufenda kodwa lutho ingane ikhala ngezihlungu kwathi kusenjalo phumiyani igazi kuNozi, "hawu! Thulane hawu!" asho ekhala nezingubo zabo zigcwale igazi avele avuke agqoke afune ukugoduka. Langena icala kwamntungwa...... Siyaqhubeka part 3 ngiyabonga baloyi ningilungise bo emaphutheni ningibonise nam ngikhule njengombhali usakhula bo!

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...