John

Baloyi

John • 23 Jun 16 21h29

Khuzani idlozi eliyisfebe liyangigidela....namhlanje ngigeze kahle niyezwa ngamuhle,ngagibela ngemali yami ngyoshelisa ningizwe kahle,,,,ngilale naye hours soxoxa ngane la nje futhi ukuthi akayona inhlobo yami,baloyi ukuba angithengele amanzi wodwa kunani... Umhlolake awenzile uvele washaya imoto wayongena la ehlala khona ngenkani,masingena endlini ungithinta yonke indawo kodwa asithandani ngidinweni baloyi ngaphuma ngahamba ngezinyawo ngyaz ekhaya.....baloyi manibheka lendaba yami ngibenephutha ngkuba naye wasebona ukuthi ngilula?

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...