Bathakathi ngicela ningisize ningichazele. Ngiphuphe ngisegcekeni ekhaya ngibuba esikhotheni esingezansi komuzi kwaqhamuka ingwe ilandela inkukhu enamatshwele ayangangilwisa yangasondela nakumina. Kodwa ibambe i tshwele yahamba yehlela ngezansi kwasekhaya. Ibingagijimi futhi ibingenalo ulaka. Ngiyibuke yaze yayosithela. Ngicela incazelo.