John

Suke sekwenzen njan?

John • 12 Apr 16 19h06

Grl ngyakthanda uyazibonel nje nawe kuth ngyasha ngawer.ngithi la sengikulobola sengiyel maphethelwen.ngithole kuth unelinye isoka.okufunwa umuntu wesfazanikuph kahl kahle.umendo or ukujabulela kuth alokhu tshelwe kuthi uyathandwa.futh akekho munt nesbind njengomunt wesfazane ungamfebela kanjan nje umuntu ekukhethe eningin waqoma kukwenza original mother.aii mama nje ngoba nakhu enomntwana.kodwa akusibo bonke kodwa i most yabantu besfazan iyakwenza.kuthi suke sedidwe yini ilokhu okufike kungmangaz mina.

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...