Abantu besfazane abafani injabulo kubona ifika ngezindlela ezingefani so qaphelani majita ungathi ngoba wawujabulisa ama EX akho kanjena bese uzitshela ukuthi nalo omtholayo uzombamba ngendlela eyodwa funda umuntu wakho usevumile ukuthi nibambisane why ke wena usumbukela phansi umfanise ne ex yakho webocc bami engibathandayo nginikhonze kabi nani niyazi akeniyeke ukuba nezimfihlo ikakhulukazi makuyiwa ngasezintweni ezikujabulisayo frm da 1st touch nje uyakwazi ukusho ukuthi lomuntu akangithinti ngalendlela engiyifunayo mtshele p