John

Happy Freedom day

John • 27 Apr 16 02h39

Phindy(ndlovukazi) Pumba(sofa silandane) Enhle( mthokozisi wenhliziyo yam) Elihl(themba lam) Olwethu(Sponono sami) Sdudla( ntandokazi yam), happy freedom day bomalavisto nginithanda ngakho konke okwami nina ningumduduzi wenhliziyo yam my life is incomplete ngaphandle kwenu Mncwaaa bo nunuza. Happy freedom day kini nonke baloyi sikhumbule unyaka ka 94 lapho saqala khona nathi sizwe esinsundu ukuba nezwi sikhumbule iqhawe lethu u baba u Nelson Mandela nawo wonke madelakufa wezwe lethu sibheke phambili njengezwe Kanye nesizwe esinsundu, Viva mzansi viva

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...