John

No Title

John • 12 Apr 16 20h37

Sanibonani bathakathi kuyini ukuthanda umuntu kahle kahle usuke umthandelani umuntu engathi thina sesikhohlwa uqobo lwethu sanelise kakhulu izinkanuko zethu webafana akesibeni amadoda simeleni ubudoda bethu indoda yangempela inikeza uthando iyanakekela iyavikela ibhebhe ke kodwa nje lokhu engikubuka kwabanye bethu esinabo lana kuyichilo masikhuluma ngobudoda ukuthuka ukuhlambalaza ujivaza akuyona into eyenziwa indoda kufana nomuntu wesfazane okhuliswe kahle uyazihlonipha yingakho isizulu sithi ihlonipha nala engayokwendela khona asikhulenike lana sino21yrz kuya phezulu ayisekho ingane akesenze wonke umuntu akujabulele ukuba lana vele siyazi sonke lana kuyabhejwana kuyabhejiswana bt ke asihloniphaneni ukuthi ucc. Uthe. Uqhanyelwe akusho ukuthi akangabe sahlonishwa sengivala ngithi asazani lana bt asithandaneni njengodade nabafo sibe munye kusazoba mnandi

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...