John

Kunzima

John • 17 Apr 16 19h29

Akengibuze bodadew2 ningenzenjani nizalwa nibahlanu ekhaya bese kushona abazali bobabili banishiye nomuzi,ukhona yini onelungelo lokuty axoshe izingane zakwabo ngoba efuna kube uyena oshaya umthetho, uma ekufica uhleli nabangane bakho abaxoshe kodwa yena abakhe abangane bayafika bangaxoshwa muntu,ngyazi sengkhulile ukty sengingaphuma ixhokovane lami kodwa inkinga ngisafundisa ingane eVarsity siyalekelelana nobaba wayo uma eseqedile nxt year ngzobe sengyaqala ngzame indawo ety mina,Kukhona mhlambe engingakwenza ukuvimba lesisimo, ngicela izeluleko baThakaty

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...