John

Meter taxi driver 2

John • 09 Aug 16 09h02

Agqoke ngokushesha uLethu aphume aye kulona iphoyisa. Ngehlise isketi nam ngikhophozele ngihlale ngaphakathi emoteni ngyeke amadoda abonisane wodwa. Ngiloku ngibantshontsha bekhuluma engkunotice ayo ukuth iphoyisa libambe ngaphambili sakufihla....okungenzeka liqale lasibuka singaliboni laze laqhanyelwa. Uyathandeka yena ubafo lo uynsizwa enebala elinsundu mudanyana ufit futhi akabukeki enolaka ngath uwmuntu ozlungele. Baxoxe bese avule iscabha ulethu ath iphoyisa lifun ukkhuluma nam. Ngehle. Ulethu kthiwa akathathe imoto ayoyipaka ngaphesheya kwala esime khona. Sisale sixoxa nephoyisa. "sisi uyaz kuth ukwenzela ucans emphakathini yicala elibovu"? Ngivume. "ngiyazi bab phoyisa sicela uxolo kwenzeke iphutha" angbuke ngqo emahlwen ngith ngyamubuka ibhlukwe liqumbile kuzip. Ngishawe amahloni ngikhophozele. Athi uzofona uthin kini uthi niboshiwe nendoda yakho beninbhebhana phamb kwabantu? " haw koda babuphoyisa ihlazo elingaka mina ngyasaba nokboshwa ngicela usxolele bhuti sizokwenza nomayini" kuzkhalela mina. " umuhle ubukeka uthembekile unesizotha nkosazane ayfani nawe lento yenzayo. Ngzoqala ngaphi nje ngikubophise? Ngthule ngimmbuke. Ulethu kanti yena wase hlala emoten engasabuyi manje kanti zthini.....kuzcabangela mina ngiloku ngimuqalaza. "khululeka Nkosazane sixoxile nendoda yakho ngithe ayingnike ithuba ngixoxe nawe. Kahle kahle angthandi ukunibopha. Loko kungenxa yokuzwela wena. Manjeke kumele sisizaneni senzelane ifavour. Nam khona inkinga engkuyona manje engalamulwa uwena nkosazane kuze nam nginikhulule. Mmmmmmm ngokukhulu ukuthuka ngibuze, " yin leyo phoyisa? Athi ngikhulumile nendoda yakho hamba uye kiyo izokutshela nixoxisane bese niyangitshelukuth nigcina ngaliphi, nikhetha ukboshwa noma nikheth ukuth sisizane. Kim njalo kufika ukuth lifuna imali, pho manje ngoba vele uyena ulethu ozokhipha leyomali kungani kmele kuxoxwe nami engabe uvele walinika imali sahamba? Ngyazicabangela nje. Ay ngiwele ngibheke motweni kalethu....lihambe nam lifike lime ngaphandle lincike ngemoto kushuth lifuna singazam nokubaleka. Lethu yin le akathi lomuntu niyxoxile naye? " akakutshelanga yini darkie"? Kubuza yena. " cha akangitshela nga uthe angize ngzobuza kuwe bese nixoxile" . Abheke phans ulethu anwaye ikhanda. Darkie sthandwasam kunzima. Lelphoyisa bengith ngilivala ngemali aliyfuni lifuna enye into angaz ngizoktshela kanjan ngizoqale ngthini nakim kunzima, kodwa kunokuth uyoboshwa ngenxa yami, kuncono nam ngiyindoda ngzolimela ijele. " haybo Lethu kant ufunani lomuntu khuluma? Darkie.......ngicela sisale sesgwinya amathe siyvume lento ukuze skhululeke, nam angthandi inhliziyo yam ibomvu kumanje kodwa sengcabangela wena. Iphoyisa lithi licela uku..........uku.......

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...