John

Lixhoshwa libhekile

John • 11 May 16 09h28

Bathakathi kunenkosazana lana engike ngakhuluma nayo,kwenzeka ukt ngagcina sekushelele ulwimi ngakhuluma into emenze kwasengathi ngimbukela phansi noma ngimenze umuntu o cheap kanti cha kanginjalo neze so ngaleyondlela ngyaxolisa kuye nakubo bonke abaloyi kakhulukazi besifazane lixhoshwa libhekile ngyaxolisa kakhulu sengathi angakwedlulisa enhlizweni yakhe bekuqala nqa ukt ngikhulume into enompoxo phakathi kangikaze ngimphoxe umuntu wesimame, ngyazkhalela kuye ngicela uxolo, ngikhathazekile kakhulu, ngyabonga

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...