John

Bathakathi

John • 19 May 16 00h38

Hhiya bathakathi bansondo ngisukuma nokubingelela emva kweskhathi eside ingasazani,ngqale ngibonge unkulunkulu ukuthi usasigcinile,ngibuye ngibonge bonke ozakwethu abalana ekhaya abasayibambile kuze kube manje, bese ngibonga kakhulu ezithandweni zami u My V no Sweetie nina angazi ngingaba yini ngaphandle kwenu,ngithemba ukuthi sisazojabula ngenjasekuqaleni kube mnandi.

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...