John

Ukuncoma

John • 07 May 16 13h19

Cha ngith nam ake ngiphongoze ngokuthi ngithele umquba la okufanele khona ze kuzokhula kukepezele kunalezi mambane ngzocela ukubala nje zibe mbili yize ngiqonda kabanzi ukuth baningi abelumbi bosiba kulengosi okuyisibhuda kanye nawo amadla kushisa kodwa kunalensizwa okthiwa u dezz kanye awu yehhen nanti igama li baleka kodwa eezinye zezitori zayo"ngingumshayeli" aybafana bakith niyaloba noma ngith ngyaninga ngokungangen lana kodwa ukucikoza kwenu kuvele kungenze inxahi ngehluleke ngizizwe ngithumbekile ngokubhala kwenu phambili zinjolozela zosiba ezweni law ndaba

0 votes
Comments (0)

No comments yet. Be the first to comment!



Related posts
Loading related posts...