Bosisi ningangishayi ukuty ngingena kanjan endlin yeni nigeza.Cha bandla ngyaz nizongsiza nansi inkinga emavikini amathathu edlule ngidibane nomunye usisi ngenhlanhla syathandana sasihlangana okokuqala ngeshwa lami amajazi ayengiphelele ngingenawo sabelana ngesondo(intercoarse)manje nansi inkinga ubhizy uty uyaphalaza akuphuminto sekuphele iviki ngelesibili nje leli esilisuse izolo manje nam ngyasola uzethwele yena ke ubety usola inyongo manje ugcine ety yena ingane akakayidingi kulena anayo wayizala kabhlungu so uma kunguty ukhulelwe uzosikhipha yoh! Bathakathi ngenqabile ukuty akwenze lokho amalanga impela.sekuty ke ntambama izolo njengoba kungulwesibili ngazithola sengivumile uma ke ngity ngilele mina yebo vele ngiye nginenhlanhla yokuty kuyakhulunywa nam ebsuku anginayo inyongo ngoba ngyaykhipha vele.Sengbona engaty abelungu emkhunjini bafuna ukusuka bangene elwandle sekukhuluma umuntu ongumbhorofithi kubo labelungu uty lomkhumbi awungasuki la ngoba kuzoba nesiphepho esinamandla elwandle uzohlushwa kakhulu awungasuki ugcine ke usucinyiwe wangasahambi emva kwalokho ngizwe manje engaty ngyakhala kuJehova ngisho lomthandazo owashiwo nguDavide ekhulelise umfazi kaUriya kugula ingane eyagcina ngokushona ngity mina nkosi kumane nje kuphile lomntwana ngyacela nkosi ngipndaphinda lamazwi ngizwe engaty khona obeke isandla sakhe la esfubeni kim njengoba ngilele ngibone umoya ungibamba kwesingezansi kusuka okhalo kuya ezinyawemi ngibathe ngyakhushuza lengalo ingibambile ngizwe manje aykhona angisalele ubthongo yenzeka ngempela lento ngize ngithinte lasandla asisuse lomuntu ngiphaphame bosisi ngisizeni ngonile ngokuvuma noma ngenzenjan ngisizeni bafoethu akusiwo umdlalo.ngiphinde ngixolise ukubhala la ngyazi le endaweni yamaphupho kuyiwa ngazo futy ngicela ningangithuki ngisizeni