Nginibingelele bathakathi,akuthi nje ezinsukwini ngikade ngikwelikabhanana(Durban) sengibuyela kwelakithi eSayidi(Port Shepstone),ngizishayela kancane ku freeway(N2) nemvula ingazibekile phansi,ngincenge ngize ngifike eSayidi ngoba kwaseku late ngadlula e Nandos ngithi ngiyobamba okuya ngasethunjini ukuze ngifike endlini sengigeza ngilala.Kubenzima ngisho ukuphuma emotweni ngendlela eliyishaya ngakhona,ngiphume ngingene nezicabha e Nandos,ngizithele kwesinye isiphalala singaphambi naso si order ukudla,kukhona ne suitcase elikhulu eduzane kwakhe elikhomba ukuthi uya noma ubuya kude,ufake i-jean emnyama embamba thaqa,ne coat ye jean e blue ne top emhlophe ngaphansi,kuvele ne cleavage enhle,iyakhanya ngebala lentokazi yashuqula ekhanda,yaba curvy kahle nje ne boot layo eli brown,inokuba manzi kancane okukhomba itholwe amathonsi alemvula,nokunginika isithombe sokuthi phakathi kokuthi uzogibela ibhasi e Oribi Plaza or uyafika ulinde abazomhlangabeza.Meyiqeda ithathe izinto zayo iyohlala phansi,ngicele ukuyelekela nge luggage ivume ngiyibeke etafuleni bese ngiyoqhubeka ne order lami,uma sengibuya besengithi kuyona akuzukukhombisa ubuntu uma ezohlala yedwa nami ngihlale ngedwa engathi sizilwane,ngicela ukumjoyina,amoyizelekufaqake izihlathi enqekuzisa ikhanda evuma,nami igxumagxume inhliziyo kwazise ngizothola nethuba lokugadla ngizizwe ukuthi ngisayiyo yini insizwa yakwabo,nowakwami akekho kulezinsuku ukwi training e Pitoli,afike usisi athethe ama slip ethu abuye nama order wethu,lapho angisacucuzanga nhlobo,sengizazisileukuthi ngingu Sginci esikhala singashayiwe umfoka Sibalkhulu uMagaduzela uMbandzeni,ozalwa uNsimb" edlezinye insimbi kayigobi igoba eJalimane,ithi faqa futhi lentokazi nge smile,bese iziveze ukuthi izalwa koMtumaseli koHlongwa,phela oKhawula labo,idabuka eMzumbe eMswilili,kuvele nokuthi isanda kwehla ebhasini elivela eKapa ilindele ubhuti wayo ayihlangabeze,kodwa ngendlela elina ngakhona,ucabanga ukuthi kuzobanzima ngoba lendawo yangakubo inodaka,sithi sisaxoxa lwangena ucingo lukabhuti wayo ukuthi imoto isimane yahlala ngesifuba odakeni angeke esakwazi ukumhlangabeza,ikhale ke ngokuthi ayazi muntu lana,ngibuze ukuthi kanti ibihlala kuphi,bese ithi yafunda imfundo yamabanga aphakeme e Little Flower High School e Xopo ihlala ehostela,yabe iyokwenza izifundo zomthetho enyuvesi eseKapa njengoba kuwunyaka wayo wesine lona,nakhuku sebephazanyiswa u "Fees must fall" ohambisana no "Free education for all",nokuphoqe ukuba abuyele ekhaya engakawuqedi unyaka,nami ngidabuke ngokumehlele ebese sibuyela odabeni lokungalandeki kwakhe ukuthi agoduke,ngiveze elokuthi mina ngingamupha indawo yokufihla ikhanda kusihlwa,sekobonakala ngakusasa ke ukuthi kwenzekanjani,ngimubone emanqika,aveze nokuthi kunzima ukuhamba nomuntu ongamazi uze uyolala nasendaweni okungeyakhe,uqala nokumbona,ngase ngithi kuye akathathe izinombolo zemoto yami negama lami azithumelele umuntu oyisihlobo sakhe,asho nokuthi besise Nandos,kukhona nama camera lana,uma kwenzeka okuthile kuyena kuyoba yimina umuntu agcine ukubonakala naye,athule kancane bese ethi kulungile,ngoba akanayo enye i-option singahamba,yagxumagxuma kancane inhliziyo nakuba ngangizitshela ukuthi ngeke ngizame lutho ngizomlalisa nje okwanamuhla,okunye kuzobonakala kamuva,yithi laba sesiphuma singena emotweni,ngimvulele angene bese ngifaka impahla yakhe bese ngiyangena,lapho ingitholile kancane lemvula engazimisele ngokunqamuka,ngizwe ngayo intokazi lena ogama layo kungu Phumi esengisula ngeduku ebusweni,sabukana sasho i-smile,ngibheka isikhathi u 9,vele angisebenzi ngakusasa,ngicabangeukuthi uLwesine,abanye bayibiza nge Phuza Thursday,kuvele ke ezindaweni zobumnandi kuqala ngalo uLwesine ukugcwala,ngibuze ukuthi singadlula yini e Keg sithole okokuthiba ukoma uma efika kukhona,angabi nankinga kodwa athi yena utshwala akabukhonzile,kodwa ke 1 or 2 drinks won" t do no harm,indlela ibheke e Margate,sihamba phansi kwama street lights kukhanye kuqhaze ubuhle balentokazi,size sifike nakhona akugcwele kakhulu,silithole itafula,ngivele ngizibizele ama tequila ngifuna ukusheshe ngifudumale,u Phumi abize i-cocktail,sishaye nami ngishaya ngamawala agcine esefuna ukuzwa le teqiula yami,ngibona iyamsheshisa,usengibamba nangesandla uma sixoxa,ngivele ngicele sihambe kungaze konakale,sibambe ebheke endlini manje,mesifika ngingenise luggage yakhe ngimkhombe kwi shower ngibe ngilungisa umbhede,aphume enuka kamnandi ebhince ithawula,ngawuzwa uqala ushintsha igiya umthondo,ngikhangwa yilamathanga amhlophe angenasicu,ngimnike ithuba nami ngingene kwi shower,kodwa engikuqaphelayo uma enyathela uyasilahla i-step,okusho lingenile egazini,nokubuye aphahluke angibize ngo baby,ngigeza nje ngiyabalisa,nalomthondo awuzibekile phansi uma ngibuyekeza konke osekwenzekile kusukela ngingena e Nandos...ngisho ngithi cha waze wangizama u "Fees must Fall",inkinga manje ukuthi kuzokwenzakalani,uzoba khona yini u "Panty must fall"????........nithini nina bathakathi?