Angbingelele bathakathi ngcela ningichazela leliphupho lihlalahlala libuya phambilini benginokuphupha nginokujahwa inja ingikhethe phakathi kwalabo engisuke ngihamba nabo ibe nami shaqa. Namhlanje ke ngiphupha seziningi sekukhona nemhlophe bekungath ngingena komunye umuzi khona la ngasekhaya ngozothenga izimpahla zomntwana wami I newborn lezinja bezingezwa ngisho bezikhuza zagcina sezingijamele kuthe kuqhamuka emhlophe kwakhona othi hawu! Inkosi unebhadi ufuna ukulunywa nayilenja ewudokotela nayo egcine isimile ingibuka ngqo!kodwa azikhonkothi zisuka zithule nje